AmaHubo Chapter 86

For English

Read AmaHubo Chapter 86 Online

Read AmaHubo Chapter 86 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 86

Isahluko 86

1. Umkhuleko kaDavide. Beka indlebe yakho, Jehova, ungiphendule, ngokuba ngilusizi, ngimpofu.

2. Londoloza umphefumulo wami, ngokuba ngingoqotho; wena Nkulunkulu wami, sindisa inceku yakho ekwethembayo.

3. Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.

4. Thokozisa umphefumulo wenceku yakho, ngokuba kuwena, Nkosi, ngiyawuphakamisela umphefumulo wami.

5. Ngokuba wena, Nkosi, umuhle, ungothethelelayo, unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.

6. Jehova, beka indlebe ekukhulekeni kwami, ulalele izwi lokunxusa kwami.

7. Ngosuku losizi lwami ngikhala kuwe, ngokuba uzakungiphendula.

8. Phakathi kwawonkulunkulu akakho onjengawe Nkosi; akukho okunjengemisebenzi yakho.

9. Izizwe ozenzileyo ziyakufika zonke, zikhuleke phambi kwakho, Nkosi, zidumise igama lakho.

10. Ngokuba umkhulu wena, uyenza izimangaliso, unguNkulunkulu wena wedwa.

11. Ngifundise, Jehova, indlela yakho; ngiyakuhamba eqinisweni lakho; yenza inhliziyo yami iqonde ntonye, yesabe igama lakho.

12. Ngiyakukubonga, Nkosi Nkulunkulu wami, ngenhliziyo yonke yami, ngidumise igama lakho kuze kube phakade.

13. Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwami, ukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo ephansi.

14. Nkulunkulu, izideleli zingivukele, ibandla lezidlwangudlwangu lifuna umphefumulo wami; azibekanga wena phambi kwazo.

15. Kepha wena Nkosi unguNkulunkulu ohawukelayo, onomusa nokubekezela, uvame ubumnene nokuthembeka.

16. Phendukela kimi, ube nomusa kimi, uyiphe inceku yakho amandla akho, usindise indodana yencekukazi yakho.

17. Ngenzele isiboniselo sokuhle, ukuze abangizondayo babone, bajabhe, ngokuba wena Jehova uyangisiza, uyangiduduza.

About AmaHubo Chapter 86

Read AmaHubo Chapter 86 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 86
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 86 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 86?

AmaHubo Chapter 86 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 86 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 2
  2. AmaHubo Chapter 3
  3. AmaHubo Chapter 57
  4. AmaHubo Chapter 6
  5. AmaHubo Chapter 1
  6. AmaHubo Chapter 4
  7. AmaHubo Chapter 30

Explore More from ITestamente Elidala

  1. 2 AmaKhosi Chapter 4
  2. Isaya Chapter 37
  3. AmaHubo Chapter 3
  4. Jeremiya Chapter 19
  5. Jeremiya Chapter 35
  6. Jobe Chapter 23
  7. Duteronomi Chapter 20

Related Chapters & Readings

  1. Duteronomi Chapter 15
  2. AmaHubo Chapter 127
  3. Amose Chapter 6
  4. 2 AmaKhosi Chapter 16
  5. 2 Thesalonika Chapter 2
  6. 1 Korinte Chapter 8
  7. Numeri Chapter 8
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *