AmaHubo Chapter 30

For English

Read AmaHubo Chapter 30 Online

Read AmaHubo Chapter 30 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 30

Isahluko 30

1. Ihubo. Igama lokuvula indlu. ElikaDavide. Ngiyakuphakamisa, Jehova, ngokuba ungikhuphulile; awuvumanga ukuba izitha zami zijabule phezu kwami.

2. Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphilisa.

3. Jehova, umphefumulo wami uwukhuphulile endaweni yabafileyo, wangiphilisa phakathi kwabashona emgodini.

4. Dumisani uJehova nina enimkhonzayo, nibonge igama lakhe elingcwele.

5. Ngokuba ukuthukuthela kwakhe kuba ngokomzuzwana nje, umusa wakhe uba ngowokuphila konke; kusihlwa kungena ukukhala, ekuseni ukujabula.

6. Mina ngithe ekubuseni kwami: Angisoze nganyakaziswa naphakade.

7. Jehova, ngomusa wakho ubuwenzile ukuba iqine intaba yami; wabufihla ubuso bakho, ngase ngithuthumela.

8. Ngakhala kuwe Jehova; nganxusa kuJehova, ngathi:

9. “Kukhona nzuzoni egazini lami nasekushoneni kwami egebeni na? Uthuli luzakukudumisa yini, lushumayele iqiniso lakho, na?

10. Yizwa, Jehova, ube nomusa kimi; Jehova, yiba ngumsizi wami.”

11. Waphendula ukukhala kwami kwaba ngukusina; wangikhumula izingubo zami zokulila, wangembathisa ukujabula,

12. ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungathuli; Jehova Nkulunkulu wami, ngizakukubonga kuze kube phakade.

About AmaHubo Chapter 30

Read AmaHubo Chapter 30 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 30
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 30 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 30?

AmaHubo Chapter 30 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 30 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 49
  3. AmaHubo Chapter 20
  4. AmaHubo Chapter 10
  5. AmaHubo Chapter 3
  6. AmaHubo Chapter 2
  7. AmaHubo Chapter 51

Explore More from ITestamente Elidala

  1. Ezra Chapter 7
  2. IzAga Chapter 23
  3. Eksodusi Chapter 5
  4. Mika Chapter 5
  5. Eksodusi Chapter 16
  6. Isaya Chapter 18
  7. Jeremiya Chapter 1

Related Chapters & Readings

  1. Genesise Chapter 22
  2. Marku Chapter 8
  3. 1 Samuweli Chapter 9
  4. Hagayi Chapter 1
  5. Daniyeli Chapter 4
  6. 1 Korinte Chapter 1
  7. 2 Korinte Chapter 2
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *