Read AmaHubo Chapter 26 Online
Read AmaHubo Chapter 26 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 26
Isahluko 26
1. ElikaDavide. Ngahlulele, Jehova, ngokuba ngihamba ekulungeni kwami; ngithemba uJehova, angiyikuntenga.
2. Ngivivinye, Jehova, ungilinge; hlolisisa izinso zami nenhliziyo yami.
3. Ngokuba ububele bakho buphambi kwamehlo ami; ngihamba eqinisweni lakho.
4. Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu.
5. Ngiyawuzonda umhlangano wabenza okubi, angihlali nababi.
6. Ngiyahlamba izandla zami ngingenacala, ngizungeza i-altare lakho, Jehova,
7. ukuba ngizwakalise izwi lokudumisa, ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.
8. Jehova, ngiyayithanda inkundla yendlu yakho nendawo lapho kuhlezi khona inkazimulo yakho.
9. Ungamukisi umphefumulo wami kanye nezoni nokuphila kwami kanye nabantu begazi
10. abanehlazo ezandleni zabo, nesokunene sabo sigcwele izipho zenkohliso.
11. Kepha mina ngihamba ekulungeni kwami; ngihlenge, ube nomusa kimi.
12. Unyawo lwami lumi ebaleni; ngizakudumisa uJehova emihlanganweni.
About AmaHubo Chapter 26
Read AmaHubo Chapter 26 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 26
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 26 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 26?
AmaHubo Chapter 26 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 26 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 3
- AmaHubo Chapter 57
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 4
- AmaHubo Chapter 30
Explore More from ITestamente Elidala
- IsiLilo Chapter 5
- Amose Chapter 1
- AmaHubo Chapter 12
- Duteronomi Chapter 14
- Jona Chapter 4
- AmaHubo Chapter 87
- 1 Samuweli Chapter 24