AmaHubo Chapter 48

For English

Read AmaHubo Chapter 48 Online

Read AmaHubo Chapter 48 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 48

Isahluko 48

1. Igama. Ihubo lamadodana kaKora. Mkhulu uJehova, udunyiswa kakhulu emzini kaNkulunkulu wethu entabeni yakhe engcwele. 48:1 AmaH. 76:1.

2. Inhle ngokuphakama, ingukuthokoza komhlaba wonke intaba yaseSiyoni emaceleni asenyakatho, umuzi weNkosi enkulu. 48:2 Math. 5:35.

3. UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba. 48:3 AmaH. 46:5.

4. Ngokuba bheka, amakhosi abuthana; aqhubeka kanyekanye. 48:4 2 IziKr. 20:1.

5. Abona, ayesemangala; ashaywa luvalo, aphaphatheka.

6. Ehlelwa lapho ngukuthuthumela, yivuso njengakobelethayo.

7. Ngomoya wasempumalanga waphula imikhumbi yaseTharishishi. 48:7 Isaya 33:23.

8. Njengalokho sizwile, kanjalo sikubonile emzini kaJehova Sebawoti, emzini kaNkulunkulu wethu; uNkulunkulu uyakuwumisa kuze kube phakade. Sela

9. Siyazindla ngomusa wakho, Jehova, siphakathi ethempelini lakho.

10. Njengalo igama lakho, Nkulunkulu, kunjalo ukubongwa kwakho kuze kube semikhawulweni yomhlaba; isandla sakho sokunene sigcwele ukulunga.

11. Mayijabule intaba yaseSiyoni, kwethabe amadodakazi akwaJuda ngenxa yezahlulelo zakho.

12. Zungezani iSiyoni, nilikake, nibale imibhoshongo yalo.

13. Qaphelani izindonga zalo, nidabule izindlu zalo zobukhosi, ukuze nilandisele isizukulwane esizayo.

14. Ngokuba lo Nkulunkulu, unguNkulunkulu wethu phakade naphakade; uzakusihola kuze kube sekufeni.

About AmaHubo Chapter 48

Read AmaHubo Chapter 48 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 48
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 48 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 48?

AmaHubo Chapter 48 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 48 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 49
  2. AmaHubo Chapter 20
  3. AmaHubo Chapter 10
  4. AmaHubo Chapter 1
  5. AmaHubo Chapter 51
  6. AmaHubo Chapter 26
  7. AmaHubo Chapter 6

Explore More from ITestamente Elidala

  1. IzAga Chapter 2
  2. Jobe Chapter 4
  3. Malaki Chapter 1
  4. AmaHubo Chapter 87
  5. Duteronomi Chapter 34
  6. Duteronomi Chapter 32
  7. Eksodusi Chapter 40

Related Chapters & Readings

  1. Duteronomi Chapter 13
  2. Zakariya Chapter 11
  3. Levitikusi Chapter 19
  4. Eksodusi Chapter 26
  5. AmaHubo Chapter 91
  6. 1 Samuweli Chapter 28
  7. Duteronomi Chapter 21
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *