AmaHubo Chapter 39

For English

Read AmaHubo Chapter 39 Online

Read AmaHubo Chapter 39 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 39

Isahluko 39

1. Kumholi wokuhlabelela; kuJeduthuni. Ihubo likaDavide. Ngithe: “Ngizakulinda izindlela zami ukuba ngingoni ngolimi lwami; ngizakugcina umlomo wami ngesifonyo, omubi esekhona phambi kwamehlo ami.” 39:1 AmaH. 17:3.

2. Ngabindela impela, ngathula nakukho okuhle; kwavuswa ubuhlungu bami. 39:2 AmaH. 38:13,17.

3. Inhliziyo yami yavutha phakathi kwami; kwaphembeka umlilo ngisazindla; ngakhuluma ngolimi lwami. 39:3 AmaH. 119:53.

4. “Jehova, ngazise ukuphela kwami, nesilinganiso sezinsuku zami ukuba siyini; mangazi ukuthi ngingodlulayo. 39:4 AmaH. 90:12.

5. Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla; imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe; impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela 39:5 AmaH. 90:5.

6. “Impela umuntu uhamba njengesithunzi nje; impela uzikhathaza ngokuyize nje; unqwabela imfuyo, kepha akazi ukuthi ngubani ozakuyibutha. 39:6 Jobe 8:9; Shum. 2:18,21; 5:13,15.

7. “Kalokhu-ke, Nkosi, ngilindele ntoni na? Ithemba lami likuwe.

8. Ngisindise kuzo iziphambeko zami, ungangenzi isithuko sesiwula.

9. Ngiyathula, angivuli umlomo wami; ngokuba nguwe okwenzileyo. 39:9 AmaH. 38:13.

10. Susa kimi ukushaya kwakho, ngokuba ngiyaqedwa ngukushaywa yisandla sakho.

11. Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko, ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu; yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela 39:11 AmaH. 6:7.

12. “Yizwa umkhuleko wami, Jehova, ulalele ukumemeza kwami; ungathuli ngezinyembezi zami, ngokuba ngingumfokazi kuwe; ngiyisihambi njengokhokho bami bonke. 39:12 Gen. 47:9; Lev. 25:23; 1 IziKr. 29:15; Heb. 11:13; 1 Pet. 2:11.

13. Yeka ukungibuka, ngize ngincibilike, ngingakamuki lapha, ngingabe ngisabakho.”

About AmaHubo Chapter 39

Read AmaHubo Chapter 39 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 39
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 39 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 39?

AmaHubo Chapter 39 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 39 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 20
  3. AmaHubo Chapter 10
  4. AmaHubo Chapter 2
  5. AmaHubo Chapter 49
  6. AmaHubo Chapter 6
  7. AmaHubo Chapter 3

Explore More from ITestamente Elidala

  1. IzAga Chapter 9
  2. 2 IziKronike Chapter 18
  3. AmaHubo Chapter 29
  4. Genesise Chapter 18
  5. Ezra Chapter 5
  6. AmaHubo Chapter 139
  7. Ruthe Chapter 3

Related Chapters & Readings

  1. Eksodusi Chapter 6
  2. AmaHubo Chapter 119
  3. Amose Chapter 2
  4. AmaHubo Chapter 6
  5. Jobe Chapter 10
  6. Eksodusi Chapter 20
  7. AmaHubo Chapter 82
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *