Read AmaHubo Chapter 65 Online
Read AmaHubo Chapter 65 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 65
Isahluko 65
1. Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Igama. Udumiso luhlalela wena Nkulunkulu eSiyoni, nesithembiso siyakugcwaliswa kuwe.
2. Wena ozwayo imikhuleko, beza kuwe bonke abantu.
3. Izenzo ezimbi zangahlula; iziphambeko zethu uyaziyekela.
4. Ubusisiwe omkhethayo wena, omsondezayo ukuba ahlale emagcekeni akho; siyakusutha ngokuhle kwendlu yakho, ithempeli lakho elingcwele.
5. Uyakusiphendula ngezenzo ezesabekayo ekulungeni, Nkulunkulu wensindiso yethu, wena oyithemba lemikhawulo yonke yomhlaba nelolwandle olukude;
6. yena omisa izintaba ngamandla akhe, obhince amandla;
7. othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.
8. Abakhile emikhawulweni yomhlaba bayesaba ngezibonakaliso zakho; uyethabisa impumalanga nentshonalanga.
9. Uhambela umhlaba, unisa imvula, uwuvundisa kakhulu; umfula kaNkulunkulu ugcwele amanzi; ubalungisela abantu ukudla, ngokuba uwulungisa kanjalo umhlaba.
10. Umatisa imisele yawo, ulalisa amasoyi awo; uwuthambisa ngezihlambi, ubusise okumila kuwo.
11. Umnyaka uyawuhlobisa ngobumnene bakho, nemikhondo yakho iconsa amafutha.
12. Amadlelo asehlane ayaconsa; amagquma abhinca injabulo.
13. Amadlelo embethe izimvu, nezigodi zisibekelwe ngamabele; konke kuyajabula, kuhlabelele.
About AmaHubo Chapter 65
Read AmaHubo Chapter 65 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 65
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 65 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 65?
AmaHubo Chapter 65 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 65 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 4
Explore More from ITestamente Elidala
- AmaHubo Chapter 35
- Daniyeli Chapter 8
- Duteronomi Chapter 34
- Nehemiya Chapter 6
- Amose Chapter 5
- Jeremiya Chapter 22
- Genesise Chapter 34