AmaHubo Chapter 21

For English

Read AmaHubo Chapter 21 Online

Read AmaHubo Chapter 21 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 21

Isahluko 21

1. Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Jehova, inkosi iyajabula ngamandla akho; iyethaba kangakanani ngensindiso yakho.

2. Uyinikile njengokwenhliziyo yayo, nesicelo sezindebe zayo awusinqabanga. Sela

3. Ngokuba wayihlangabeza ngezibusiso zokuhle; wafaka umqhele wegolide elihle ekhanda layo.

4. Yacela ukuphila kuwe, wayinika khona, izinsuku ezinde kuze kube phakade naphakade.

5. Inkulu inkazimulo yayo ngenxa yensindiso yakho; udumo nobukhosi ukubeka phezu kwayo.

6. Ngokuba uyibeka ukuba ibe yisibusiso kuze kube phakade; uyithokozisa ngenjabulo ebusweni bakho.

7. Ngokuba inkosi iyethemba uJehova, nangenxa yesihawu soPhezukonke ayiyikuzanyazanyiswa.

8. Isandla sakho siyakufumana zonke izitha zakho; esokunene sakho siyakubafumana abakuzondayo.

9. Uyakubenza babe njengesithando somlilo, nxa ubonakalisa ubuso bakho; uJehova uyakubagwinya ngentukuthelo yakhe, umlilo uyakubaqeda.

10. Isithelo sabo uyakusichitha emhlabeni kanye nenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

11. Ngokuba babehlosa okubi, baceba icebo; kepha bayahluleka.

12. Ngokuba uyakubafulathelisa; ngosinga lomnsalo wakho uyakukhomba ebusweni babo.

13. Mawuphakame, Jehova, emandleni akho; thina siyakuhlabelela, sidumise amandla akho.

About AmaHubo Chapter 21

Read AmaHubo Chapter 21 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 21
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 21 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 21?

AmaHubo Chapter 21 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 21 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 49
  3. AmaHubo Chapter 20
  4. AmaHubo Chapter 10
  5. AmaHubo Chapter 2
  6. AmaHubo Chapter 6
  7. AmaHubo Chapter 3

Explore More from ITestamente Elidala

  1. Genesise Chapter 50
  2. Hezekeli Chapter 18
  3. AmaHubo Chapter 133
  4. AmaHubo Chapter 99
  5. Duteronomi Chapter 22
  6. Hezekeli Chapter 42
  7. AmaHubo Chapter 2

Related Chapters & Readings

  1. 1 IziKronike Chapter 24
  2. Isaya Chapter 35
  3. AmaHubo Chapter 136
  4. AmaHubo Chapter 35
  5. Daniyeli Chapter 1
  6. 1 IziKronike Chapter 27
  7. 2 Korinte Chapter 1
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *