AmaHubo Chapter 145

For English

Read AmaHubo Chapter 145 Online

Read AmaHubo Chapter 145 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 145

Isahluko 145

1. Indumiso kaDavide. Ngiyakukuphakamisa wena Nkulunkulu wami, Nkosi, ngilituse igama lakho phakade naphakade.

2. Imihla yonke ngiyakukubonga, ngilidumise igama lakho phakade naphakade.

3. Mkhulu uJehova, umelwe ukudunyiswa kakhulu; ubukhulu bakhe abuphenyisiseki.

4. Isizukulwane siyakubabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.

5. Ngiyakuzindla ngenkazimulo nodumo lobukhosi bakho nangezimangaliso zakho.

6. Abantu bayakukhuluma ngamandla ezenzo zakho ezesabekayo; ubukhulu bakho ngiyakubumemezela.

7. Bayakweneka kakhulu inkumbulo yobuhle bakho obukhulu, bahube ngokulunga kwakho.

8. UJehova unesihe nobumnene; uyephuza ukuthukuthela, mkhulu ngomusa.

9. UJehova muhle kubo bonke; uyayihawukela imisebenzi yakhe yonke.

10. Yonke imisebenzi yakho iyakukudumisa, abangcwele bakho bakubonge.

11. Ngenkazimulo yombuso wakho bayakukhuluma, bashumayele ngamandla akho

12. ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.

13. Umbuso wakho ungumbuso kuze kube phakade; ubukhosi bakho busezizukulwaneni ngezizukulwane.

14. UJehova uyaphasa bonke abawayo, abavuse bonke abathotshisiweyo.

15. Amehlo abo bonke alinda wena; uyabanika ukudla ngesikhathi esiyiso.

16. Uyavula isandla sakho, usuthise ukufisa kwakho konke okuphilayo.

17. UJehova ulungile ezindleleni zakhe zonke, unomusa emisebenzini yakhe yonke.

18. UJehova useduze nabo bonke abambizayo, bonke abambizayo ngeqiniso.

19. Uyasuthisa ukufisa kwabamesabayo; uyezwa ukukhala kwabo, abasindise.

20. UJehova uyalondoloza bonke abamthandayo, kepha ababi bonke uyakubabhubhisa.

21. Umlomo wami uyakukhuluma udumo lukaJehova, inyama yonke ibonge igama lakhe elingcwele kuze kube phakade.

About AmaHubo Chapter 145

Read AmaHubo Chapter 145 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 145
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 145 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 145?

AmaHubo Chapter 145 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 145 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 49
  2. AmaHubo Chapter 20
  3. AmaHubo Chapter 10
  4. AmaHubo Chapter 1
  5. AmaHubo Chapter 51
  6. AmaHubo Chapter 26
  7. AmaHubo Chapter 6

Explore More from ITestamente Elidala

  1. AmaHubo Chapter 136
  2. Hezekeli Chapter 23
  3. Levitikusi Chapter 26
  4. AmaHubo Chapter 133
  5. AmaHubo Chapter 128
  6. 1 IziKronike Chapter 7
  7. Levitikusi Chapter 7

Related Chapters & Readings

  1. 2 IziKronike Chapter 24
  2. Zakariya Chapter 6
  3. Isaya Chapter 66
  4. AmaRoma Chapter 15
  5. Habakuki Chapter 3
  6. KumaHeberu Chapter 5
  7. Daniyeli Chapter 12
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *