AmaHubo Chapter 27

For English

Read AmaHubo Chapter 27 Online

Read AmaHubo Chapter 27 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaHubo 27

Isahluko 27

1. ElikaDavide. UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani na? UJehova uyinqaba yokuphila kwami; ngizakuba novalo ngobani na?

2. Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.

3. Noma impi imisa ngakimi, inhliziyo yami ayesabi; noma ngivukelwa ngukulwa, nokho nginethemba.

4. Kunye engikucele kuJehova, ngiyakufuna khona: ukuba ngihlale endlini kaJehova izinsuku zonke zokuphila kwami ukubona ubuhle bukaJehova, ngibuke ithempeli lakhe.

5. Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe ngosuku lokuhlupheka, angicashise ekusithekeni kwetende lakhe, angiphakamisele edwaleni.

6. Nakalokhu ikhanda lami lizakuphakama ngaphezu kwezitha zami ezingihaqileyo; ngizakunikela iminikelo yokwethaba etendeni lakhe, ngihlabelele, ngidumise uJehova ngogubhu.

7. Yizwa, Jehova, ngikhala ngezwi elikhulu; yiba nomusa kimi, ungiphendule.

8. Kuwena othi: “Funani ubuso bami,” inhliziyo yami ithi: “Ubuso bakho, Jehova, ngiyabufuna.”

9. Ungafihli ubuso bakho kimi, ungaxoshi inceku yakho ngokuthukuthela; wena ulusizo lwami, ungangilahli, ungangishiyi, Nkulunkulu wensindiso yami.

10. Ngokuba ubaba nomame bangishiyile, kodwa uJehova uzakungamukela.

11. Ngifundise indlela yakho, Jehova, ungihole endleleni ekhanyayo ngenxa yezitha zami.

12. Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela.

13. Yeka, uma bengingathembanga ukubona okuhle kukaJehova ezweni labaphilayo!

14. Lindela uJehova, uqine, inhliziyo yakho ime isibindi; yebo, lindela uJehova.

About AmaHubo Chapter 27

Read AmaHubo Chapter 27 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaHubo
Chapter: 27
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaHubo Chapter 27 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaHubo Chapter 27?

AmaHubo Chapter 27 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 27 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Amahubo

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 49
  3. AmaHubo Chapter 20
  4. AmaHubo Chapter 10
  5. AmaHubo Chapter 6
  6. AmaHubo Chapter 3
  7. AmaHubo Chapter 2

Explore More from ITestamente Elidala

  1. IzAga Chapter 6
  2. Hezekeli Chapter 5
  3. Levitikusi Chapter 16
  4. Isaya Chapter 55
  5. Joweli Chapter 3
  6. Genesise Chapter 46
  7. Isaya Chapter 66

Related Chapters & Readings

  1. 2 AmaKhosi Chapter 4
  2. Duteronomi Chapter 11
  3. 2 Samuweli Chapter 12
  4. Jeremiya Chapter 49
  5. AmaHubo Chapter 83
  6. Genesise Chapter 30
  7. 1 AmaKhosi Chapter 1
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *