Read AmaHubo Chapter 141 Online
Read AmaHubo Chapter 141 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 141
Isahluko 141
1. Ihubo likaDavide. Jehova, ngiyakhala kuwe, ngiphuthume; lalela izwi lami, nxa ngikhuleka kuwe.
2. Umkhuleko wami mawube njengempepho ebusweni bakho, nokuphakanyiswa kwezandla zami njengomnikelo wakusihlwa.
3. Jehova, bekela umlomo wami umlindi, ugcine umnyango wezindebe zami.
4. Ungaphenduleli inhliziyo yami entweni embi ukuba ngenze imisebenzi yobubi kanye nabantu abenza okubi, ngingadli izibilebile zabo.
5. Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba nasebubini babo umkhuleko wami uyobe usekhona.
6. Abahluleli babo bayakuphonswa eweni; bayakuzwa ukuthi amazwi ami amnandi.
7. Njengalokhu umuntu elima, eklaya umhlabathi, amathambo ethu ahlakazekile ngasemlonyeni wendawo yabafileyo.
8. Kepha amehlo ami akuwe Jehova Nkosi yami; ngiyakwethemba wena; ungathululi umphefumulo wami.
9. Ngihlenge ogibeni abangibekele lona, nasezihibeni zabenza okubi.
10. Ababi mabawele emanetheni abo, mina ngidlule kuwo.
About AmaHubo Chapter 141
Read AmaHubo Chapter 141 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 141
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 141 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 141?
AmaHubo Chapter 141 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 141 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 3
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 57
- AmaHubo Chapter 4
- AmaHubo Chapter 30
Explore More from ITestamente Elidala
- Levitikusi Chapter 13
- Duteronomi Chapter 15
- AmaHubo Chapter 6
- Levitikusi Chapter 14
- Jobe Chapter 33
- Genesise Chapter 23
- Jeremiya Chapter 41