Read AmaHubo Chapter 47 Online
Read AmaHubo Chapter 47 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 47
Isahluko 47
1. Kumholi wokuhlabelela. Elamadodana kaKora. Ihubo. Shayani izandla, zizwe zonke; hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa. 47:1 AmaH. 66:1.
2. Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka; uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke. 47:2 Zak. 14:9; Mal. 1:14.
3. Wathobisa abantu phansi kwethu, nezizwe phansi kwezinyawo zethu. 47:3 AmaH. 18:48.
4. Wasikhethela ifa lethu, udumo lukaJakobe amthandayo. Sela
5. UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma, uJehova ngokukhala kwecilongo. 47:5 AmaH. 68:18.
6. Hubelani uNkulunkulu, hubani! Hubelani iNkosi yethu, hubani!
7. Ngokuba uNkulunkulu uyinkosi yomhlaba wonke; hubani ihubo!
8. UNkulunkulu uyabusa izizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe esingcwele sobukhosi. 47:8 AmaH. 22:28.
9. Izikhulu zabantu zibuthene, zibe yisizwe sikaNkulunkulu ka-Abrahama, ngokuba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu; uphakeme kakhulu.
About AmaHubo Chapter 47
Read AmaHubo Chapter 47 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 47
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 47 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 47?
AmaHubo Chapter 47 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 47 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 3
Explore More from ITestamente Elidala
- 2 AmaKhosi Chapter 13
- Nehemiya Chapter 4
- AmaHubo Chapter 25
- Ezra Chapter 2
- Eksodusi Chapter 29
- Duteronomi Chapter 8
- AmaHubo Chapter 7