Read AmaHubo Chapter 92 Online
Read AmaHubo Chapter 92 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 92
Isahluko 92
1. Ihubo. Igama losuku lwesabatha. Kuhle ukumbonga uJehova nokuhubela igama lakho wena oPhezukonke;
2. ukushumayela umusa wakho ekuseni nokuthembeka kwakho ebusuku,
3. ngokubetha ugubhu olunezintambo eziyishumi, nomqangala, kanye nehabhu elizwakala kamnandi.
4. Ngokuba ungithokozisile, Jehova, ngezenzo zakho; ngiyakumemeza ngokujabula.
5. Yeka ubukhulu bezenzo zakho, Jehova. Imicabango yakho ijulile kakhulu.
6. Umuntu oyisilima angekucabange, nesiwula asikuboni.
7. Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.
8. Kepha wena Jehova uphakeme kuze kube phakade.
9. Ngokuba bheka, izitha zakho, Jehova, bheka, izitha zakho, ziyakubhubha; bonke abenza okubi bayakuhlakazwa.
10. Kepha uphondo lwami uyaluphakamisa njengolwenyathi, ngigcotshwa ngamafutha amasha.
11. Iso lami liyakubona ngokujabula izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ngokuthokoza ngababi abangivukelayo.
12. Olungileyo uyahluma njengesundu, uyakhula njengomsedari eLebanoni.
13. Batshaliwe endlini kaJehova, bamila emagcekeni kaNkulunkulu wethu.
14. Nasebudaleni bayakuthela izithelo, bahlume babe luhlaza,
15. ukuze bashumayele ukuthi uJehova ulungile; uyidwala lami okungekho kuye ukungalungi.
About AmaHubo Chapter 92
Read AmaHubo Chapter 92 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 92
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 92 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 92?
AmaHubo Chapter 92 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 92 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 3
Explore More from ITestamente Elidala
- Zakariya Chapter 12
- UmShumayeli Chapter 12
- Eksodusi Chapter 32
- Jobe Chapter 2
- Jobe Chapter 40
- Daniyeli Chapter 11
- IzAga Chapter 8