Read AmaHubo Chapter 60 Online
Read AmaHubo Chapter 60 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 60
Isahluko 60
1. Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Umnduze; ubufakazi. IMiktamu likaDavide, ekulweni kwakhe nama-Aramu Naharayimi nama-Aramu Soba, uJowabe ebuya, enqoba abakwa-Edomi esiGodini Sikasawoti abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Nkulunkulu usilahlile, usichithile; mawubuye usilulamise.
2. Uzamazamisile umhlaba, wawudabula izimfa; zivale izimfa zawo, ngokuba uyazamazama.
3. Isizwe sakho usibonisile izinto ezinzima; usiphuzisile iwayini, sabhuyazela. 60:3 AmaH. 75:8; Isaya 51:17,22; Jer. 25:15.
4. Abakwesabayo ubanike ibhanela ukuba liphakanyiswe ngenxa yeqiniso. Sela
5. Ukuze abathandekayo bakho bakhululwe, sindisa ngesandla sakho sokunene, ungizwele. 60:5 AmaH. 108:6.
6. UNkulunkulu ukhulumile ebungcweleni bakhe, wathi: “Ngiyakwethaba; ngiyakulidabula iShekemi, ngisilinganise isiGodi saseSukoti.
7. Ngowami uGileyadi, ngowami uManase; u-Efrayimi uyisivikelo sekhanda lami, uJuda uyintonga yami yokubusa. 60:7 Gen. 49:10.
8. UMowabi uyisitsha sami sokuhlambela; phezu kuka-Edomi ngiphonsa isicathulo sami; yethaba ngami, Filistiya.” 60:8 Num. 24:17; 2 Sam. 8:1,2,13,14.
9. Ngubani oyakungiyisa emzini oqinileyo na? Ngubani oyakungiholela kwa-Edomi na?
10. Akusiwena Nkulunkulu osilahlileyo na? Nkulunkulu, awusaphumi nezimpi zethu. 60:10 AmaH. 44:9.
11. Siphe ukuba sisizakale ekuhluphekeni, ngokuba ukusiza komuntu kuyize. 60:11 Jer. 17:5.
12. NgoNkulunkulu siyakwenza izenzo zamandla; yena uyakunyathela phansi izitha zethu.
About AmaHubo Chapter 60
Read AmaHubo Chapter 60 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 60
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 60 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 60?
AmaHubo Chapter 60 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 60 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 4
Explore More from ITestamente Elidala
- IzAga Chapter 10
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6
- 2 IziKronike Chapter 15
- Numeri Chapter 26
- UmShumayeli Chapter 9
- Hoseya Chapter 5
- 1 Samuweli Chapter 25