Read AmaHubo Chapter 85 Online
Read AmaHubo Chapter 85 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 85
Isahluko 85
1. Kumholi wokuhlabelela. Elamadodana kaKora; Ihubo. Jehova, wabusisa izwe lakho, wambuyisa uJakobe ekuthunjweni.
2. Wasusa icala labantu bakho, wasibekela zonke izono zabo. Sela
3. Wamukisa yonke intukuthelo yakho, waphenduka ekuvutheni kolaka lwakho.
4. Sibuyise, Nkulunkulu wensindiso yethu, ulahle ukusicanukela kwakho.
5. Uyakusithukuthelela njalonjalo na? Uyakwelulela ulaka lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane na?
6. Awuzukusivusa, sibuye siphile, ukuze abantu bakho bathokoze ngawe, na?
7. Sitshengise umusa wakho, Jehova, usiphe insindiso yakho.
8. Mangizwe lokho uNkulunkulu uJehova azakukukhuluma; uyakhuluma ukuthula kubantu bakhe nakubo abamesabayo; mabangabuyeli ebuwuleni.
9. Impela insindiso yakhe iseduze nabamesabayo, ukuze kuhlale udumo ezweni lethu.
10. Kuyakuhlangabezana umusa neqiniso, kwangane ukulunga nokuthula.
11. Kuyakuhluma iqiniso emhlabeni, kulunguzele phansi nokulunga kwasezulwini.
12. Yebo, uJehova uyakuveza okuhle; izwe lethu liyakuthela izithelo zalo.
13. Ukulunga kuyakuhamba phambi kwakhe, kwenzele izinyawo zakhe indlela.
About AmaHubo Chapter 85
Read AmaHubo Chapter 85 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 85
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 85 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 85?
AmaHubo Chapter 85 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 85 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 3
- AmaHubo Chapter 2
Explore More from ITestamente Elidala
- 2 AmaKhosi Chapter 10
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 7
- Levitikusi Chapter 23
- 2 AmaKhosi Chapter 18
- 2 IziKronike Chapter 3
- Genesise Chapter 8