Read Jobe Chapter 23 Online
Read Jobe Chapter 23 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Jobe in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Jobe and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
Jobe 23
Isahluko 23
1. Wayesephendula uJobe, wathi:
2. “Nanamuhla ukukhala kwami kumunyu; isandla sami siyasinda ngokububula kwami.
3. Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe,
4. ngilungise ukwahlulelwa kwami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpendulo.
5. Bengiyakuwazi amazwi abeyakungiphendula ngawo, ngiqonde ukuthi ubeyakuthini kimi.
6. Ubeyakuphikisana nami ngamandla akhe amakhulu na? Cha, ubeyakubhekisa kimi.
7. Lapho olungileyo ubeyakuphikisana naye, mina ngikhululwe kumahluleli wami kuze kube phakade.
8. Kodwa bheka, ngiya empumalanga, kepha akakho, nasentshonalanga, kepha angimboni,
9. nangasenyakatho ekusebenzeni kwakhe, kepha akabonwa; ujikela ngaseningizimu, kepha akabonakali.
10. Ngokuba uyayazi indlela yami; esengivivinyile, ngiyakuphuma njengegolide.
11. Unyawo lwami lunamathele ezinyathelweni zakhe; ngigcinile indlela yakhe, angiphambukanga.
12. Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe; ngizibekele amazwi akhe kunezimiso zami.
13. “Kodwa uyinto inye, ngubani ongambuyisa na? Okufisayo umphefumulo wakhe, lokho uyakwenza.
14. Uyakufeza engikumiselweyo; izinto eziningi ezinjalo zikuye.
15. Ngalokho ngishaywa luvalo ebusweni bakhe; lapho ngikuqaphela, ngiyamesaba.
16. NguNkulunkulu odangalisileyo inhliziyo yami, uSomandla ungethusile,
17. ngokuba anginqunywanga, bungakafiki ubumnyama; wangifihlela ukuhlwa.
About Jobe Chapter 23
Read Jobe Chapter 23 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Jobe in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: Jobe
Chapter: 23
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Jobe. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading Jobe Chapter 23 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is Jobe Chapter 23?
Jobe Chapter 23 is part of the Book of Jobe in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete Jobe Chapter 23 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from ITestamente Elidala
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 4
Explore More from Jobe
- Jobe Chapter 16
- Jobe Chapter 39
- Jobe Chapter 18
- Jobe Chapter 13
- Jobe Chapter 3
- Jobe Chapter 12
- Jobe Chapter 10