Read AmaHubo Chapter 97 Online
Read AmaHubo Chapter 97 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 97
Isahluko 97
1. UJehova uyinkosi; umhlaba mawethabe, zijabule iziqhingi eziningi. 97:1 Isaya 60:9; Zak. 9:9.
2. Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi. 97:2 Eks. 19:16.
3. Umlilo uyahamba phambi kwakhe, udla izitha zakhe nxazonke. 97:3 IsAmb. 4:5.
4. Imibani yakhe ikhanyisa izwe; umhlaba uyakubona, uthuthumele.
5. Izintaba zincibilika njengengcina phambi kukaJehova, phambi kweNkosi yomhlaba wonke. 97:5 Mika 1:4.
6. Amazulu ashumayela ukulunga kwakhe; izizwe zonke zibona inkazimulo yakhe. 97:6 AmaH. 8:1.
7. Mabajabhe bonke abakhonza izithombe ezibaziweyo, abazigabisa ngezithombe. Mkhonzeni nina nonke bonkulunkulu. 97:7 Eks. 20:3; Isaya 42:17; Heb. 1:6.
8. ISiyoni liyezwa, liyajabula; ngenxa yezahlulelo zakho, Jehova. 97:8 Isaya 12:6.
9. Ngokuba wena Jehova uphezu komhlaba wonke, uphakeme kakhulu phezu kwawonkulunkulu bonke. 97:9 AmaH. 83:18.
10. Nina enithanda uJehova zondani okubi; uyagcina imiphefumulo yabamkhonzayo; uyabasindisa ezandleni zababi. 97:10 Am. 5:14; Joh. 10:28; Rom. 12:9.
11. Ukukhanya kuhlwanyelelwe olungileyo, ukujabula kuhlwanyelelwe abanhliziyo ziqotho. 97:11 AmaH. 112:4.
12. Jabulani kuJehova nina balungileyo, nibonge igama lakhe elingcwele.
About AmaHubo Chapter 97
Read AmaHubo Chapter 97 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 97
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 97 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 97?
AmaHubo Chapter 97 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 97 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 51
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 26
Explore More from ITestamente Elidala
- 2 Samuweli Chapter 18
- Hezekeli Chapter 48
- Levitikusi Chapter 16
- Genesise Chapter 22
- IzAga Chapter 17
- AmaHubo Chapter 68
- AmaHubo Chapter 53