Read AmaHubo Chapter 84 Online
Read AmaHubo Chapter 84 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 84
Isahluko 84
1. Kumholi wokuhlabelela. NgeGititi. Elamadodana kaKora. Ihubo. Zithandeka kangaka izindlu zakho, Jehova Sebawoti.
2. Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaJehova; inhliziyo yami nomzimba wami kuyahuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.
3. Ngokuba umzwilili ufumene indlu, nenkonjane isidleke sayo, lapho ibeka khona amazinyane ayo, ngisho ama-altare akho, Jehova Sebawoti, Nkosi yami, Nkulunkulu wami.
4. Babusisiwe abahlala endlini yakho; bayakuhlala bebonga wena. Sela
5. Ubusisiwe umuntu omandla akhe akuwe, abazindlela zakho zisezinhliziyweni zabo.
6. Bedabula imfunda yezinyembezi bayenza ibe yindawo yeziphethu; yebo, nemvula yokuqala iyayisibekela ngezibusiso.
7. Baqhubeka emandleni, baze babonakale phambi kukaNkulunkulu eSiyoni.
8. Jehova Nkulunkulu Sebawoti, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe, Nkulunkulu kaJakobe. Sela
9. Wena Nkulunkulu, siHlangu sethu, bheka, ubuke ubuso bogcotshiweyo wakho.
10. Ngokuba usuku lunye emagcekeni akho luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami kunokuhlala ematendeni ababi.
11. Ngokuba uJehova uNkulunkulu uyilanga nesihlangu; uJehova uyakupha umusa nodumo; akayikubenqabela okuhle abahamba ngobuqotho.
12. Jehova Sebawoti, ubusisiwe umuntu okwethembayo.
About AmaHubo Chapter 84
Read AmaHubo Chapter 84 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 84
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 84 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 84?
AmaHubo Chapter 84 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 84 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 3
- AmaHubo Chapter 57
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 4
- AmaHubo Chapter 30
Explore More from ITestamente Elidala
- 1 AmaKhosi Chapter 21
- 2 AmaKhosi Chapter 22
- Hezekeli Chapter 36
- Eksodusi Chapter 38
- Duteronomi Chapter 6
- Isaya Chapter 11
- 2 Samuweli Chapter 13