Read AmaHubo Chapter 64 Online
Read AmaHubo Chapter 64 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 64
Isahluko 64
1. Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Yizwa, Nkulunkulu, izwi lami ekukhaleni kwami, ulondoloze ukuphila kwami evusweni lesitha.
2. Ngisithe esigungwini sababi nasesixukwini sabenza okubi,
3. abalola ulimi lwabo njengenkemba, bakhombe imicibisholo yabo engamazwi ababayo
4. ukuba bamdubule ongenacala ngasesitha, bamdubule ngokuzuma bengesabi.
5. Baqinela icebo elibi; bakhuluma ngokufihla izingibe; bathi: “Ngubani oyakusibona na?”
6. Basongoza izenzo ezimbi, bathi: “Siliqedile icebo elisongoziweyo,” izibilini nenhliziyo yomuntu kujulile.
7. Kepha uNkulunkulu uyakubadubula ngomcibisholo; bagwazwe ngokuzunywa.
8. Bayakuwiswa, baficwe lulimi lwabo; bonke abababonayo bayonikina ikhanda.
9. Bonke abantu bayashaywa luvalo; bayakushumayela izenzo zikaNkulunkulu, baqonde akwenzileyo.
10. Olungileyo uyakujabula kuJehova, aphephele kuye; bonke abaqotho ngenhliziyo bayakuzibonga.
About AmaHubo Chapter 64
Read AmaHubo Chapter 64 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 64
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 64 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 64?
AmaHubo Chapter 64 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 64 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 3
Explore More from ITestamente Elidala
- Duteronomi Chapter 34
- IzAga Chapter 19
- 1 Samuweli Chapter 24
- Duteronomi Chapter 25
- Jeremiya Chapter 46
- Daniyeli Chapter 2
- Jeremiya Chapter 11