Read AmaHubo Chapter 96 Online
Read AmaHubo Chapter 96 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 96
Isahluko 96
1. Hlabelelani kuJehova ihubo elisha, nihlabelele kuJehova, mhlaba wonke.
2. Hlabelelani kuJehova, nibonge igama lakhe, nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla.
3. Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.
4. Ngokuba mkhulu uJehova, udumisekile kakhulu; uyesabeka phezu kwabo bonke onkulunkulu.
5. Ngokuba bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe, kepha uJehova walenza izulu.
6. Udumo nobukhosi kusebusweni bakhe; amandla nenkazimulo kusendlini yakhe engcwele.
7. Mnikeni uJehova nina mindeni yabantu, mnikeni uJehova inkazimulo namandla.
8. Mnikeni uJehova inkazimulo yegama lakhe, nilethe umnikelo, ningene emagcekeni akhe.
9. Khulekani kuJehova, nihlobe ubungcwele; thuthumela ebusweni bakhe, mhlaba wonke.
10. Thanini phakathi kwabezizwe: “UJehova uyinkosi,” izwe lihlala liqinile, lingenakushukunyiswa; uthetha amacala ezizwe ngobuqotho.
11. Malijabule izulu, umhlaba uthokoze; maluhlokome ulwandle nokugcwala kwalo.
12. Mawename amasimu nakho konke okukuwo, ijabule imithi yonke yehlathi
13. ebusweni bukaJehova, ngokuba uyeza, yebo, uyeza ukwahlulela umhlaba; uyakwahlulela izwe ngokulunga, nezizwe ngokuthembeka kwakhe.
About AmaHubo Chapter 96
Read AmaHubo Chapter 96 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 96
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 96 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 96?
AmaHubo Chapter 96 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 96 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 3
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 51
Explore More from ITestamente Elidala
- AmaHubo Chapter 24
- 1 Samuweli Chapter 3
- Hezekeli Chapter 38
- AmaHubo Chapter 21
- AmaHubo Chapter 79
- Ezra Chapter 1
- Genesise Chapter 38