Read AmaHubo Chapter 32 Online
Read AmaHubo Chapter 32 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaHubo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
AmaHubo 32
Isahluko 32
1. ElikaDavide. IMaskili. Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisibekelwe. 32:1 Rom. 4:6.
2. Ubusisiwe umuntu uJehova angambaleli isiphambeko, kungekho nkohliso emoyeni wakhe.
3. Kwathi ngithule, amathambo ami aguga ngokububula kwami usuku lonke. 32:3 IzA. 28:13.
4. Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela 32:4 AmaH. 38:2,4.
5. Ngasivuma isono sami kuwe, angisifihlanga isiphambeko sami; ngathi: “Ngizakuzivuma izono zami kuJehova,” wena wathethelela icala lesono sami. Sela 32:5 2 Sam. 12:13; 1 Joh. 1:9.
6. Ngakho-ke yilowo nalowo olungileyo makakhuleke kuwe ngesikhathi sokukufumana; impela kuyakuthi lapho amanzi amakhulu ekhukhula, angafinyeleli kuye. 32:6 Isaya 49:8; 55:6; 2 Kor. 6:2.
7. Wena uyindawo yami yokucasha; uyangilondoloza ngingahlupheki; ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela 32:7 AmaH. 27:5.
8. Ngizakukufundisa, ngikubonise indlela ozakuhamba ngayo; ngizakukululeka ngeso lami. 32:8 AmaH. 25:12.
9. Ningabi njengehhashi nembongolo engenangqondo; umkhala netomu yimvunulo yayo yokuyiqondisa, uma ingasondeli kuwe. 32:9 2 AmaKh. 19:28; IzA. 26:3.
10. Omubi unezinhlupheko eziningi, kepha othemba uJehova umusa uyakumphahla. 32:10 IzA. 12:21.
11. Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke baqotho ngenhliziyo.
About AmaHubo Chapter 32
Read AmaHubo Chapter 32 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaHubo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: AmaHubo
Chapter: 32
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaHubo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading AmaHubo Chapter 32 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is AmaHubo Chapter 32?
AmaHubo Chapter 32 is part of the Book of AmaHubo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete AmaHubo Chapter 32 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from Amahubo
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 51
- AmaHubo Chapter 26
- AmaHubo Chapter 6
Explore More from ITestamente Elidala
- Levitikusi Chapter 3
- AmaHubo Chapter 116
- 2 IziKronike Chapter 32
- 1 Samuweli Chapter 31
- Duteronomi Chapter 17
- AmaHubo Chapter 1
- Duteronomi Chapter 27