Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 Online
Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
IsiHlabelelo SeziHlabelelo 6
Isahluko 6
1. Othandiweyo wakho uyephi, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane; ushonephi othandiweyo wakho ukuba simfune kanye nawe na?
2. Othandiweyo wami wehlele ensimini yakhe, ezindimeni zamakha, ukuba aluse ensimini, akhe iminduze.
3. Mina ngingowothandiweyo wami, nothandiweyo wami ungowami, lapho alusa phakathi kweminduze.
4. Umuhle, sithandwa sami, njengeTirisa, umnandi njengeJerusalema, kepha wesabeka njengezimpi.
5. Susa amehlo akho kimi, ngokuba ayangiphaphathekisa; izinwele zakho zinjengomhlambi wezimbuzi owehla entabeni yakwaGileyadi.
6. Amazinyo akho anjengomhlambi wezimvukazi ezikhuphuka zigeziwe, zinamawele zonke, kungekho neyodwa phakathi kwazo efelweyo.
7. Izihlathi zakho zinjengenxenye yepomegranati emva kwemvakazi yakho.
8. Amakhosikazi angamashumi ayisithupha, nezancinza zingamashumi ayisishiyagalombili, nezintombi azinakubalwa.
9. Kepha ijuba lami, opheleleyo wami munye nje; ungoyedwa kunina, ungokhethiweyo wakhe owamzalayo. Amantombazana ayambona, athi ubusisiwe; amakhosikazi nezancinza bayamdumisa.
10. Ngubani lo olunguza njengokusa, emuhle njengenyanga, ecwebile njengelanga, kepha esabeka njengezimpi, na?
11. Ngehlela ensimini yamantongomane ukuyobona uhlaza lwesigodi, nokubona uma imivini iqhakazile, namapomegranati uma ekhahlele.
12. Ngingakakwazi ukulangazela kwami kwangibeka enqoleni yabantu benkosana yami.
13. Phenduka, phenduka, mShulamiti! Phenduka, phenduka ukuba sikubuke! Nibonani kumShulamiti? Kunjengokusina kwaseMahanayimi.
About IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6
Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: IsiHlabelelo SeziHlabelelo
Chapter: 6
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading IsiHlabelelo SeziHlabelelo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6?
IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from isihlabelelo-sezihlabelelo
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 8
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 4
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 3
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 7
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 2
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 5
Explore More from ITestamente Elidala
- 1 Samuweli Chapter 7
- 2 Samuweli Chapter 23
- Levitikusi Chapter 14
- AmaHubo Chapter 135
- AmaHubo Chapter 139
- 2 IziKronike Chapter 10
- AmaHubo Chapter 107