Read Amose Chapter 7 Online
Read Amose Chapter 7 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Amose in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Amose and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
Amose 7
Isahluko 7
1. INkosi uJehova yangibonisa kanje: bheka, yayenza isikhonyane ekuqaleni kokumila kotshani bamuva; bheka, kwakungutshani bamuva emva kokusika kwenkosi.
2. Kwathi lapho sesidlile utshani bezwe, ngathi: “Nkosi Jehova, ake uthethelele; uJakobe uyakuma kanjani, ngokuba mncane.”
3. UJehova wazisola ngalokhu. “Akuyikubakho,” usho uJehova.
4. Yayisingibonisa kanje iNkosi uJehova: bheka, iNkosi uJehova yabiza ukulwa ngomlilo; wadla utwa olukhulu, wawusuyakudla futhi isabelo sikaJehova.
5. Ngase ngithi: “Nkosi Jehova, mawuyeke; uJakobe uyakuma kanjani, ngokuba mncane.”
6. UJehova wazisola ngalokhu. “Akuyikubakho,” isho iNkosi uJehova.
7. Wayesengibonisa kanje: bheka, iNkosi yayimi ngasogangeni olwakhiwe ngentambo yomthofu wokumisa, enentambo yomthofu wokumisa esandleni sakhe.
8. UJehova wathi kimi: “Amose, ubonani na?” Ngathi: “Intambo yomthofu wokumisa.” Yayisithi iNkosi: “Bhekani, ngiyakubeka intambo yomthofu wokumisa phakathi kwabantu bami u-Israyeli; angisayikubadlula.
9. “Izindawo eziphakemeyo zika-Isaka ziyakuchithwa, nezindlu ezingcwele zakwa-Israyeli ziyakuqothulwa, ngivukele indlu kaJerobowamu ngenkemba.”
10. U-Amasiya umpristi waseBethele wayesethumela kuJerobowamu inkosi yakwa-Israyeli, wathi: “U-Amose ukwenzele ugobe phakathi kwendlu yakwa-Israyeli; izwe alinakuthwala onke amazwi akhe.
11. Ngokuba u-Amose ushilo kanje, wathi: “UJerobowamu uyakufa ngenkemba, u-Israyeli athunjwe nokuthunjwa ezweni lakhe.”
12. U-Amasiya wayesethi ku-Amose: “Wena mboni, hamba, ubalekele ezweni lakwaJuda, udle khona isinkwa, uprofethe khona;
13. ungabe usaqhubeka kodwa ukuprofetha eBethele, ngokuba liyindlu engcwele yenkosi nendlu yombuso.”
14. Wayesephendula u-Amose, wathi ku-Amasiya: “Angisiye umprofethi mina, nendodana yomprofethi angisiyo, kepha ngangingumalusi, ngangitshala imithombe.
15. Kepha uJehova wangisusa ekulandeleni umhlambi; uJehova wathi kimi: ‘Hamba uprofethe kubantu bami u-Israyeli.’
16. Manje yizwa izwi likaJehova lokuthi: Wena uthi: “ ‘Ungaprofethi ngo-Israyeli, ungaconsisi izwi lakho phezu kwendlu ka-Isaka.’
17. “Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “ ‘Umkakho uyakufeba emzini, namadodana akho namadodakazi akho ayakuwa ngenkemba, nezwe liyakudatshulwa ngentambo; wena uyakufela ezweni elingcolileyo, u-Israyeli athunjwe nokuthunjwa ezweni lakhe.’ ”
About Amose Chapter 7
Read Amose Chapter 7 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Amose in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: Amose
Chapter: 7
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Amose. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading Amose Chapter 7 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is Amose Chapter 7?
Amose Chapter 7 is part of the Book of Amose in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete Amose Chapter 7 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from amose
- Amose Chapter 1
- Amose Chapter 5
- Amose Chapter 2
- Amose Chapter 8
- Amose Chapter 4
- Amose Chapter 3
- Amose Chapter 9
Explore More from ITestamente Elidala
- 2 IziKronike Chapter 21
- Jobe Chapter 26
- Numeri Chapter 14
- Numeri Chapter 23
- Joshuwa Chapter 8
- Duteronomi Chapter 34
- Numeri Chapter 9