Read Galathiya Chapter 6 Online
Read Galathiya Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Galathiya in the New Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Galathiya and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
Galathiya 6
Isahluko 6
1. Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzibheke wena, funa uyengwe nawe.
2. Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu.
3. Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.
4. Kepha makube yilowo nalowo ahlole owakhe umsebenzi, yikhona eyakuba nokubongwa ngokungokwakhe yedwa, kungengokomunye,
5. ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo.
6. Kepha yena ofundiswa izwi makahlanganyele nalowo omfundisayo kuzo zonke izinto ezinhle.
7. Ningaduki; uNkulunkulu akahlekwa. Ngokuba lokho akuhlwanyelayo umuntu, lokho wokuvuna.
8. Ngokuba ohlwanyelela inyama yakhe uyakuvuna ukubhubha kuyo inyama; kepha ohlwanyelela uMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.
9. Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.
10. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.
11. Ake nibone ukuloba okungaka enginilobele ngakho ngesami isandla.
12. Bonke abafuna ukubukeka enyameni, yibona abaniphoqela ukusoka, kuphela ukuba bangayikuzingelwa ngenxa yesiphambano sikaKristu.
13. Ngokuba ngisho bona abasokayo nabo kabawugcini umthetho, kodwa bathanda ukuba nisoke, ukuze bazibonge ngenyama yenu.
14. Kepha kimi makungabikho nakanye ukuzibonga, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi nami kulo izwe.
15. Ngokuba nakusoka nakungasoki akulutho, isidalwa esisha kuphela.
16. Bonke abahamba ngale ndlela makube kubo ukuthula nesihawu, yebo, ku-Israyeli kaNkulunkulu.
17. Mangingabe ngisakhathazwa muntu, ngokuba ngiphethe emzimbeni wami izimpawu zikaJesu.
18. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nomoya wenu, bazalwane. Amen.
About Galathiya Chapter 6
Read Galathiya Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Galathiya in the New Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: Galathiya
Chapter: 6
Testament: New Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Galathiya. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading Galathiya Chapter 6 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is Galathiya Chapter 6?
Galathiya Chapter 6 is part of the Book of Galathiya in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete Galathiya Chapter 6 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from galathiya
Explore More from ITestamente Elisha
- Luka Chapter 11
- 2 Thesalonika Chapter 3
- IzEnzo Chapter 16
- Luka Chapter 15
- Mathewu Chapter 26
- Luka Chapter 3
- 1 Thesalonika Chapter 2