Jobe Chapter 27

For English

Read Jobe Chapter 27 Online

Read Jobe Chapter 27 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Jobe in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Jobe and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

Jobe 27

Isahluko 27

1. UJobe wabuye waphakamisa izwi lakhe, wathi:

2. “Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulelwa kwami, noSomandla owenze munyu umphefumulo wami,

3. kusekhona ukuphefumula kimi, nomoya kaNkulunkulu usemakhaleni ami,

4. izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso.

5. Makube kude nami ukuba nginivumele; angiyikuzaphuca ukuphelela kwami ngize ngife.

6. Ngibambelela ekulungeni kwami, angikuyeki; inhliziyo yami ayisoli nowodwa wemihla yami.

7. “Isitha sami masibe njengomubi, nongisukelayo njengowonileyo.

8. Liyini ithemba longenaNkulunkulu, nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe, na?

9. UNkulunkulu uyakuzwa ukukhala kwakhe, lapho ehlelwa lusizi, na?

10. Uyakuthokoza ngoSomandla, ambize uNkulunkulu ngezikhathi zonke, na?

11. “Ngiyakunifundisa ngesandla sikaNkulunkulu; okukuSomandla angiyikukufihla.

12. Bhekani, nina nonke nikubonile; kungani ukuba nizenze ize na?

13. “Lokhu kuyisabelo somuntu omubi kuNkulunkulu, nefa lezidlwangudlwangu ezilamukela kuSomandla.

14. Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla.

15. Abasele kuye bayakumbelwa ekufeni, abafelokazi babo bangalili.

16. Noma enqwabela isiliva njengothuli, alungise izambatho njengodaka,

17. makakulungise, kepha kuyakwembathwa ngolungileyo, ongenacala abele isiliva.

18. Uyakha indlu yakhe njengenundu, ibe njengedlangala elakhiwa ngumlindi.

19. Uyalala enothile, angakuphindi kodwa; uyavula amehlo akhe, abe engasekho.

20. Ingebhe iyamehlela njengamanzi; isivunguvungu siyamphephula ebusuku.

21. Umoya wasempumalanga uyamthatha, amuke; uyambhengula endaweni yakhe.

22. Uyacibishelwa engahawukelwa; uyabaleka nokubaleka esandleni sakhe.

23. Abantu bayakumshayela ihlombe, bamncimfele ukuba asuke endaweni yakhe.

About Jobe Chapter 27

Read Jobe Chapter 27 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Jobe in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: Jobe
Chapter: 27
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Jobe. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading Jobe Chapter 27 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is Jobe Chapter 27?

Jobe Chapter 27 is part of the Book of Jobe in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete Jobe Chapter 27 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from ITestamente Elidala

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 49
  3. AmaHubo Chapter 20
  4. AmaHubo Chapter 10
  5. AmaHubo Chapter 2
  6. AmaHubo Chapter 6
  7. AmaHubo Chapter 3

Explore More from Jobe

  1. Jobe Chapter 11
  2. Jobe Chapter 38
  3. Jobe Chapter 2
  4. Jobe Chapter 39
  5. Jobe Chapter 7
  6. Jobe Chapter 26
  7. Jobe Chapter 6

Related Chapters & Readings

  1. Jeremiya Chapter 36
  2. Jobe Chapter 22
  3. Hezekeli Chapter 23
  4. 1 Samuweli Chapter 1
  5. Genesise Chapter 8
  6. Jeremiya Chapter 17
  7. Duteronomi Chapter 14
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *