IzAga Chapter 18

For English

Read IzAga Chapter 18 Online

Read IzAga Chapter 18 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IzAga in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of IzAga and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

IzAga 18

Isahluko 18

1. Ozahlukanisayo ufuna esakhe isifiso, uphika konke ukuhlakanipha.

2. Isiwula asithokozi ngokuqonda, kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yakhe.

3. Lapho kufika omubi, kufika nokudelela; kanye nehlazo kukhona inhlamba.

4. Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo, nomfula ogobhozayo, nomthombo wokuhlakanipha.

5. Ukukhetha ubuso bomubi ukuba olungileyo aphambukiswe ekwahlulelweni akukuhle.

6. Izindebe zesiwula ziletha ukuxabana, nomlomo waso ubiza imivimbo.

7. Umlomo wesiwula ungukubhujiswa kwaso, nezindebe zaso zilugibe lomphefumulo waso.

8. Amazwi omncethezi anjengezibiliboco; ayehlela kokuphakathi komuntu.

9. Ovilapha emsebenzini wakhe yena ungumfowabo wochithayo.

10. Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.

11. Imfuyo yesicebi ingumuzi waso onamandla; injengogange oluphakemeyo emicabangweni yaso.

12. Ngaphambi kokubhujiswa inhliziyo yomuntu iyaziqhenya; ukuthobeka kwandulela udumo.

13. Obuyisa izwi engakezwa, kungubuwula nehlazo kuye.

14. Umoya womuntu uyasekela ubuthakathaka bakhe, kepha ngubani ongathwala umoya owaphukileyo na?

15. Inhliziyo yoqondileyo iyazuza ukwazi, nezindlebe zabalungileyo ziyafuna ukwazi.

16. Isipho somuntu siyamenzela indawo, simholele kwabakhulu.

17. Ongowokuqala ecaleni lakhe usengathi ulungile, kepha umakhelwane wakhe ufika, amphenye.

18. Inkatho iyaqeda ukuxabana, yahlukanise phakathi kwabanamandla.

19. Umzalwane owoniweyo ulukhuni kunomuzi onamandla, nokuxabana kunjengemigoqo yenqaba.

20. Isisu somuntu siyasutha ngesithelo somlomo wakhe, saneliswe ngokuthela kwezindebe zakhe.

21. Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.

22. Ofumana umfazi uthola okuhle; uzuzile isisa kuJehova.

23. Ompofu ukhuluma ngokuncenga, kepha isicebi siphendula kalukhuni.

24. Umuntu wabangane uyazilimaza, kepha kukhona abangane ababambelela kuneselamani.

About IzAga Chapter 18

Read IzAga Chapter 18 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IzAga in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: IzAga
Chapter: 18
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading IzAga. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading IzAga Chapter 18 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is IzAga Chapter 18?

IzAga Chapter 18 is part of the Book of IzAga in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete IzAga Chapter 18 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from ITestamente Elidala

  1. Esteri Chapter 2
  2. Jobe Chapter 1
  3. Zakariya Chapter 2
  4. Jobe Chapter 2
  5. Ruthe Chapter 1
  6. Zefaniya Chapter 2
  7. Ruthe Chapter 4

Explore More from izaga

  1. IzAga Chapter 9
  2. IzAga Chapter 10
  3. IzAga Chapter 8
  4. IzAga Chapter 11
  5. IzAga Chapter 2
  6. IzAga Chapter 22
  7. IzAga Chapter 17

Related Chapters & Readings

  1. Ruthe Chapter 1
  2. IzAga Chapter 13
  3. Numeri Chapter 5
  4. 2 Korinte Chapter 8
  5. 2 IziKronike Chapter 20
  6. 1 Korinte Chapter 5
  7. IzAga Chapter 8
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *