Zakariya Chapter 2

For English

Read Zakariya Chapter 2 Online

Read Zakariya Chapter 2 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Zakariya in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Zakariya and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

Zakariya 2

Isahluko 2

1. Ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nango umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe.

2. Ngathi: “Uya ngaphi?” Wathi kimi: “Ngiya ukulinganisa iJerusalema, ngibone ukuthi bungakanani ububanzi balo, bungakanani nobude balo.”

3. Bheka, ingelosi eyayikhuluma nami yayisiphuma, nenye ingelosi yaphuma ukuyihlangabeza,

4. yathi kuyo: “Gijima ukhulume kule nsizwa ukuthi iJerusalema liyakwakhiwa njengemizi engenanzingange ngenxa yobuningi babantu nezinkomo okuphakathi kwalo.

5. ‘Kepha mina,’ usho uJehova, ‘ngiyakuba lugange lomlilo kulo nxazonke, futhi ngibe yinkazimulo phakathi kwalo.’

6. “Hheyi, hheyi, balekelani izwe lasenyakatho!” usho uJehova, “ngokuba nginihlakazile njengemimoya yomine yezulu,” usho uJehova.

7. “Hheyi, zikhulule, uye eSiyoni, wena ohlezi nendodakazi yaseBabele!”

8. Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti ongithumile ukulanda inkazimulo yakhe ezizweni ezaziniphanga ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe uthi:

9. “Bhekani, ngiyakuqhweba ngesandla phezu kwabo, babe yimpango yababebakhonza, nazi ukuthi nguJehova Sebawoti ongithumileyo.

10. “Hlabelela ngokujabula, uthokoze, ndodakazi yaseSiyoni, ngokuba bhekani, ngiyeza, ngiyakuhlala phakathi kwakho,” usho uJehova.

11. “Izizwe eziningi ziyakuzihlanganisa noJehova ngalolo suku, zibe ngabantu bami; ngiyakuhlala phakathi kwakho, wazi ukuthi nguJehova Sebawoti ongithumile kuwe.

12. UJehova uyakudla ifa lakwaJuda, libe yisabelo sakhe ezweni elingcwele, abuye akhethe iJerusalema.

13. Thula, nyama yonke, phambi kukaJehova, ngokuba uvukile, waphuma endaweni yakhe engcwele.”

About Zakariya Chapter 2

Read Zakariya Chapter 2 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Zakariya in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: Zakariya
Chapter: 2
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Zakariya. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading Zakariya Chapter 2 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is Zakariya Chapter 2?

Zakariya Chapter 2 is part of the Book of Zakariya in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete Zakariya Chapter 2 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from ITestamente Elidala

  1. AmaHubo Chapter 1
  2. AmaHubo Chapter 49
  3. AmaHubo Chapter 20
  4. AmaHubo Chapter 10
  5. AmaHubo Chapter 2
  6. AmaHubo Chapter 6
  7. AmaHubo Chapter 4

Explore More from zakariya

  1. Zakariya Chapter 6
  2. Zakariya Chapter 11
  3. Zakariya Chapter 7
  4. Zakariya Chapter 5
  5. Zakariya Chapter 10
  6. Zakariya Chapter 1
  7. Zakariya Chapter 13

Related Chapters & Readings

  1. Hezekeli Chapter 24
  2. Luka Chapter 14
  3. Numeri Chapter 1
  4. Genesise Chapter 24
  5. Numeri Chapter 12
  6. AbAhluleli Chapter 20
  7. Hezekeli Chapter 34
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *