UmShumayeli Chapter 4

For English

Read UmShumayeli Chapter 4 Online

Read UmShumayeli Chapter 4 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of UmShumayeli and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

UmShumayeli 4

Isahluko 4

1. Ngase ngibuye ngabona konke ukucindezela okwenziwa phansi kwelanga; bheka izinyembezi zabacindezelwayo; babengenamduduzi. Ohlangothini lwababacindezelayo kwakukhona amandla, kepha bona babengenamduduzi.

2. Ngase ngibusisa abafileyo asebafa kunabaphilayo abasekhona,

3. kepha badlulwa bobabili nguye ongakabikho, ongabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.

4. Futhi ngabona wonke umshikashika nakho konke okwenziwe ngekhono ukuthi kungumhawu womuntu ngomakhelwane wakhe. Nalokho kuyize nokufuna umoya.

5. Isiwula siyasonga izandla zaso, sidle umzimba waso.

6. Kungcono ukhweshe lokuthula kunezandla zombili zigcwele umshikashika kanye nokufuna umoya.

7. Ngase ngibuye ngabona okunye okuyize phansi kwelanga:

8. Kukhona oyedwa, kanaye owesibili, yebo, akanamntwana, kanamfowabo, nokho ukuphela komshikashika wakhe akukho, namehlo akhe awasuthi ngengcebo. Uthi: “Ngishikashikela-bani, ngiswezisela umphefumulo wami ngokuhle, na?” Nalokho kuyize nenhlupheko embi.

9. Kungcono ababili kunoyedwa, ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo.

10. Ngokuba uma bewa, omunye uyavusa umngane wakhe; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa!

11. Futhi uma ababili belele ndawonye, banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na?

12. Nakuba umuntu ahlula oyedwa, ababili bayakuma phambi kwakhe, nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.

13. Kungcono umfana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi egugileyo eyisiwula, engasakwazi ukuxwayiswa,

14. ngokuba waphuma etilongweni ukuba abe yinkosi, yebo, wazalwa embusweni wayo empofu.

15. Ngabona bonke abaphilayo ababehamba phansi kwelanga bekanye nalowo mfana obeyakuma esikhundleni sakhe;

16. kwakungekho ukuphela kwabantu bonke, bonke ayephambi kwabo; nokho abafika emuva abayikuthokoza ngaye. Impela nalokho kuyize nokufuna umoya.

About UmShumayeli Chapter 4

Read UmShumayeli Chapter 4 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: UmShumayeli
Chapter: 4
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading UmShumayeli. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading UmShumayeli Chapter 4 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is UmShumayeli Chapter 4?

UmShumayeli Chapter 4 is part of the Book of UmShumayeli in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete UmShumayeli Chapter 4 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from ITestamente Elidala

  1. Esteri Chapter 2
  2. Jobe Chapter 1
  3. Zakariya Chapter 2
  4. Zefaniya Chapter 2
  5. Jobe Chapter 2
  6. Ruthe Chapter 1
  7. Ruthe Chapter 4

Explore More from umshumayeli

  1. UmShumayeli Chapter 12
  2. UmShumayeli Chapter 11
  3. UmShumayeli Chapter 7
  4. UmShumayeli Chapter 2
  5. UmShumayeli Chapter 1
  6. UmShumayeli Chapter 9
  7. UmShumayeli Chapter 10

Related Chapters & Readings

  1. Luka Chapter 6
  2. Hezekeli Chapter 43
  3. Jobe Chapter 31
  4. Genesise Chapter 33
  5. AmaHubo Chapter 148
  6. Ezra Chapter 2
  7. Mathewu Chapter 6
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *