UmShumayeli Chapter 11

For English

Read UmShumayeli Chapter 11 Online

Read UmShumayeli Chapter 11 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of UmShumayeli and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

UmShumayeli 11

Isahluko 11

1. Thuma isinkwa sakho ebusweni bamanzi, ngokuba uyakusifumana emva kwezinsuku eziningi.

2. Yabela abayisikhombisa nabayisishiyagalombili, ngokuba awukwazi okubi okuyakuba semhlabeni.

3. Uma amafu egcwele imvula, ayayithulula emhlabeni; futhi uma kuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho uwa khona umuthi, uyakuba lapho.

4. Oqaphela umoya akayikuhlwanyela; obheka amafu kayikuvuna.

5. Njengalokhu ungazi indlela yomoya ukuthi iphi, nokubunjwa kwamathambo esizalweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi nemisebenzi kaNkulunkulu owenza konke.

6. Hlwanyela imbewu yakho kusasa, ungaphumuzi isandla sakho nakusihlwa, ngokuba awazi ukuthi yiyiphi eyakuphumelela, yilena noma yileyo, noma ziyakuba zinhle zombili ngokufanayo.

7. Ukukhanya kumnandi, yebo, kuhle emehlweni ukubona ilanga.

8. Noma umuntu ekhona iminyaka eminingi, makathokoze ngayo yonke, akhumbule nokho nezinsuku zobumnyama ukuthi njengokuba ziziningi, konke okufikayo kuyize.

9. Thokoza, nsizwa, ebusheni bakho, inhliziyo yakho ikuphe ukwenama emihleni yobunsizwa bakho, uhambe ngezindlela zenhliziyo yakho njengokubona kwamehlo akho, kepha yazi ukuthi ngakho konke lokho uNkulunkulu uyakukungenisa ekwahlulelweni.

10. Khipha usizi enhliziyweni yakho, udlulise okubi emzimbeni wakho, ngokuba ubusha nobunsizwa buyize.

About UmShumayeli Chapter 11

Read UmShumayeli Chapter 11 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: UmShumayeli
Chapter: 11
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading UmShumayeli. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading UmShumayeli Chapter 11 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is UmShumayeli Chapter 11?

UmShumayeli Chapter 11 is part of the Book of UmShumayeli in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete UmShumayeli Chapter 11 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from ITestamente Elidala

  1. Esteri Chapter 2
  2. Jobe Chapter 1
  3. Ruthe Chapter 1
  4. Zakariya Chapter 2
  5. Zefaniya Chapter 2
  6. Jobe Chapter 2
  7. Ruthe Chapter 4

Explore More from umshumayeli

  1. UmShumayeli Chapter 12
  2. UmShumayeli Chapter 1
  3. UmShumayeli Chapter 6
  4. UmShumayeli Chapter 5
  5. UmShumayeli Chapter 7
  6. UmShumayeli Chapter 3
  7. UmShumayeli Chapter 2

Related Chapters & Readings

  1. Eksodusi Chapter 4
  2. 1 Samuweli Chapter 26
  3. AbAhluleli Chapter 2
  4. AmaHubo Chapter 25
  5. 1 Petru Chapter 1
  6. Jeremiya Chapter 13
  7. AmaHubo Chapter 146
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *