Read UmShumayeli Chapter 6 Online
Read UmShumayeli Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of UmShumayeli and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
UmShumayeli 6
Isahluko 6
1. Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga ukuthi bunzima phezu kwabantu:
2. umuntu uNkulunkulu amnika ingcebo, nemfuyo, nodumo, aze angasweli lutho lomphefumulo wakhe kukho konke akufisayo, uNkulunkulu angamniki nokho amandla okudla kukho, kepha kudliwa ngumfokazi; lokho kuyize, kuyisifo esibi.
3. Uma umuntu ezala abantwana abayikhulu, ehamba iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, kodwa umphefumulo wakhe ungasuthi ngokuhle, futhi angabi nakumbelwa, ngithi okuphuphumileyo kungcono kunaye,
4. ngokuba kufika ngeze, kumuke ebumnyameni, igama lakho lisitshekelwa ngubumnyama.
5. Nelanga akulibonanga, akwazi lutho; khona kunokuphumula kunaye.
6. Yebo, noma ephila iminyaka eyinkulungwane ephindwa kabili, engaboni okuhle, abayi bonke endaweni inye na?
7. Wonke umshikashika womuntu wenzelwa umlomo wakhe, nokho iphango alaneliswa.
8. Ngokuba ohlakaniphileyo udluleleni isiwula, nompofu okwazi ukuhamba phambi kwabaphilileyo unantoni na?
9. Kungcono ukubona kwamehlo kunokuzulazula kwesifiso; nalokhu kuyize nokufuna umoya.
10. Okukhona kwake kwabizwa ngegama; kwaziwa ukuthi umuntu uyakuba yini; akanakwahlulelana nonamandla kunaye.
11. Lokhu kukhona amazwi amaningi akwandisa okuyize, umuntu unanzuzoni na?
12. Ngokuba ngubani okwaziyo okuhle okuyakuba ngokomuntu ekuhambeni kwakhe zonke izinsuku zokuhamba kwakhe okuyize aziqedayo njengesithunzi na? Ngubani ongatshela umuntu okuyakuba semva kwakhe phansi kwelanga na?
About UmShumayeli Chapter 6
Read UmShumayeli Chapter 6 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of UmShumayeli in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: UmShumayeli
Chapter: 6
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading UmShumayeli. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading UmShumayeli Chapter 6 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is UmShumayeli Chapter 6?
UmShumayeli Chapter 6 is part of the Book of UmShumayeli in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete UmShumayeli Chapter 6 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from ITestamente Elidala
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 2
- AmaHubo Chapter 6
- AmaHubo Chapter 3
Explore More from umshumayeli
- UmShumayeli Chapter 9
- UmShumayeli Chapter 10
- UmShumayeli Chapter 5
- UmShumayeli Chapter 3
- UmShumayeli Chapter 12
- UmShumayeli Chapter 11
- UmShumayeli Chapter 2