AmaRoma Chapter 10

For English

Read AmaRoma Chapter 10 Online

Read AmaRoma Chapter 10 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaRoma in the New Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of AmaRoma and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

AmaRoma 10

Isahluko 10

1. Bazalwane, ukulangazela kwenhliziyo yami nokunxusa kwami kuNkulunkulu ngabo kungukuba basindiswe.

2. Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi bashisekela uNkulunkulu kodwa kungengokuqonda;

3. ngokuba bengakwazi ukulunga kukaNkulunkulu, befuna ukumisa okwabo, abakuthobelanga ukulunga kukaNkulunkulu.

4. Ngokuba isiphetho somthetho nguKristu, kube ngukulunga kubo bonke abakholwayo.

5. Ngokuba uMose uloba ukuthi umuntu owenza ukulunga okuvela emthethweni uyakuphila ngakho.

6. Kepha ukulunga okuvela ngokukholwa kusho kuthi: “Ungasho enhliziyweni yakho ukuthi: ‘Ngubani ozakwenyukela ezulwini na?’ okungukuthi ukwehlisa uKristu,

7. nokuba: ‘Ngubani ozakwehlela kwalasha na?’ ” okungukuthi ukukhuphula uKristu kwabafileyo.

8. Kepha kuthini na? Izwi liseduze nawe, emlonyeni wakho nasenhliziyweni yakho, okungukuthi izwi lokukholwa esilishumayelayo.

9. Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa;

10. ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo kube ngukulunga, ngomlomo uyavuma kube ngukusindiswa.

11. Ngokuba umbhalo uthi: “Lowo okholwayo akayikujabhiswa.”

12. Ngokuba akukho mahluko phakathi komJuda nomGreki, lokhu yena uyiNkosi yabo bonke, ubacebele bonke abakhuleka kuye,

13. ngokuba “bonke abayakukhuleka egameni leNkosi bayakusindiswa.”

14. Kepha bayakukhuleka kanjani kuye abangakholwanga nguye na? Bayakukholwa kanjani abangezwanga ngaye na? Bayakuzwa kanjani, kungekho oshumayelayo na?

15. Bayakushumayela kanjani, uma bengathunywa na? Njengokulotshiweyo ukuthi: “Yeka, zinhle izinyawo zabashumayela izindaba ezinhle.”

16. Kodwa abalilalelanga bonke ivangeli. Ngokuba u-Isaya uthi: “Nkosi, ngubani owakholwa ngesikuzwileyo na?”

17. Ngalokho-ke ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaKristu.

18. Kepha ngithi: Abezwanga yini na? Yebo, impela: “Izwi labo liphumele emhlabeni wonke, nokusho kwabo kuye nasemikhawulweni yelakhiweyo.”

19. Kepha ngithi: U-Israyeli wayengaqondi na? Kuqala, uMose uthi: “Mina ngiyakunivusela umhawu ngabangesiso isizwe, nginithukuthelise ngesizwe esingenangqondo.”

20. Kepha u-Isaya unesibindi sokuthi: “Ngafunyanwa yilabo abangangifunanga, ngabonakala kulabo abangangibuzanga.”

21. Kodwa ngo-Israyeli uthi: “Usuku lonke ngelulela izandla zami kuso isizwe esingalaleliyo nesiphikayo.”

About AmaRoma Chapter 10

Read AmaRoma Chapter 10 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of AmaRoma in the New Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: AmaRoma
Chapter: 10
Testament: New Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading AmaRoma. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading AmaRoma Chapter 10 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is AmaRoma Chapter 10?

AmaRoma Chapter 10 is part of the Book of AmaRoma in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete AmaRoma Chapter 10 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from amaroma

  1. AmaRoma Chapter 15
  2. AmaRoma Chapter 16
  3. AmaRoma Chapter 14
  4. AmaRoma Chapter 1
  5. AmaRoma Chapter 11
  6. AmaRoma Chapter 9
  7. AmaRoma Chapter 3

Explore More from ITestamente Elisha

  1. IsAmbulo Chapter 1
  2. IzEnzo Chapter 11
  3. 1 Korinte Chapter 2
  4. EkaJakobe Chapter 5
  5. Marku Chapter 11
  6. IsAmbulo Chapter 7
  7. Johane Chapter 15

Related Chapters & Readings

  1. AmaHubo Chapter 101
  2. Jobe Chapter 41
  3. Jobe Chapter 32
  4. 1 IziKronike Chapter 15
  5. Jeremiya Chapter 37
  6. Amose Chapter 1
  7. Jobe Chapter 21
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *