Read Zakariya Chapter 5 Online
Read Zakariya Chapter 5 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Zakariya in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Zakariya and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
Zakariya 5
Isahluko 5
1. Ngabuye ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nanko umqulu wencwadi ondizayo.
2. Yathi kimi: “Ubonani na?” Ngathi: “Ngibona umqulu wencwadi ondizayo, ubude bawo buyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi bawo buyizingalo eziyishumi.”
3. Yayisithi kimi: “Nasi isiqalekiso esiphumela ebusweni bomhlaba wonke, ngokuba ngokusho kwaso bonke abebayo bayakunqunywa lapha, nabo bonke abafungayo bayakunqunywa lapha ngokusho kwaso.
4. ‘Ngiyakusiphumisa,’ usho uJehova Sebawoti, ‘singene endlini yesela nasendlini yofunga amanga ngegama lami, sihlale phakathi kwendlu yakhe, siyiqede kanye nemithi yayo namatshe ayo.’ ”
5. Yayisiphuma ingelosi eyayikhuluma nami, yathi kimi: “Ake uphakamise amehlo akho, ubone ukuthi kuyini lokhu okuphumayo.”
6. Ngathi: “Kuyini?” Yathi: “Lokhu kuyi-efa eliphumayo.” Yabuye yathi: “Lokhu kungububi babo ezweni lonke.”
7. Bheka, isisibekelo somthofu saziphakamisa, kwakungowesifazane owahlala phakathi kwe-efa.
8. Yathi: “Lokhu kungububi.” Wamphonsa phakathi kwe-efa, waphonsa isisindo somthofu emlonyeni walo.
9. Ngase ngiphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, kwaphuma abesifazane ababili, umoya usemaphikweni abo; babe namaphiko njengamaphiko kanogolantethe, baliphakamisa i-efa emkhathini wezulu nomhlaba.
10. Ngase ngithi kuyo ingelosi eyayikhuluma nami: “Laba baliyisaphi i-efa na?”
11. Yathi kimi: “Ukulakhela indlu ezweni laseShineyari; isilungisiwe liyakubekwa khona endaweni yalo.”
About Zakariya Chapter 5
Read Zakariya Chapter 5 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Zakariya in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: Zakariya
Chapter: 5
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Zakariya. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading Zakariya Chapter 5 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is Zakariya Chapter 5?
Zakariya Chapter 5 is part of the Book of Zakariya in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete Zakariya Chapter 5 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from ITestamente Elidala
- AmaHubo Chapter 49
- AmaHubo Chapter 20
- AmaHubo Chapter 10
- AmaHubo Chapter 1
- AmaHubo Chapter 51
- AmaHubo Chapter 26
- AmaHubo Chapter 6
Explore More from zakariya
- Zakariya Chapter 12
- Zakariya Chapter 10
- Zakariya Chapter 3
- Zakariya Chapter 1
- Zakariya Chapter 7
- Zakariya Chapter 2
- Zakariya Chapter 8