Habakuki Chapter 2

For English

Read Habakuki Chapter 2 Online

Read Habakuki Chapter 2 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Habakuki in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Habakuki and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

Habakuki 2

Isahluko 2

1. Ngiyakuma endaweni yami yokulinda, ngigcule enqabeni, ngikhangele ukubona ukuthi uyakukhulumani kimi nokuthi ngiyakuphendulani ngokusola kwami.

2. UJehova wangiphendula wathi: “Wulobe umbono, uwuqophe ezibhebheni ukuba kufundwe kalula.

3. Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiweyo; uphuthuma ekupheleni, awuyikukhohlisa; noma ulibala, wulindele, ngokuba uyakufika nokufika, awuyikwephuza.

4. “Bheka, umphefumulo wakhe uziphakamisile, awuqotho phakathi kwakhe, kepha olungileyo uzakuphila ngokukholwa kwakhe.

5. Yebo, iwayini liyakhohlisa, lingumuntu okhukhumeleyo ongayikuma, owandisa ukufisa kwakhe njengendawo yabafileyo; unjengokufa: akasuthi; uyazibuthela zonke izizwe, uziqoqela bonke abantu.

6. “Bona abayikuphakamisa isaga nomfanekiso wemfumbe ngaye, bathi: “ ‘Wo kuyena owandisa okungesikho okwakhe koze kube nini na? — nozisindisa ngezibambiso!’

7. Abayikuvuka ngokuzumayo abakulumayo, bavuke abakuthuthumelisayo, ube yimpango yabo, na?

8. Ngokuba wena uphangile izizwe eziningi, bonke abanye abantu bayakuphanga wena, ngenxa yezingazi zabantu nendluzula eyenziwe ezweni, nasemzini, nakubo bonke abakhe kuwo.

9. “Wo kozuzela indlu yakhe inzuzo embi ukuba abeke isidleke sakhe phezulu ukuyophulwa esandleni sobubi!

10. Ucebele indlu yakho okubi ngokuchitha abantu abaningi, wona kuwo umphefumulo wakho.

11. Ngokuba amatshe ayakukhala esodongeni, nomshayo uyakuwaphendula usemithini.

12. “Wo kowakha umuzi ngezingazi, aqinise idolobha ngobubi!

13. Bheka, akuveli kuJehova Sebawoti ukuthi abantu bakhandlekela umlilo, izizwe zizikhathaze ngokuyize, na?

14. Ngokuba umhlaba uyakugcwala ukwazi inkazimulo kaJehova, njengamanzi asibekela ulwandle.

15. “Wo komphuzisa umngane wakhe, axube nokufutheka, amdakise, ukuze abuke ubunqunu bakhe!

16. Uyakusuthiswa ngehlazo esikhundleni senkazimulo, uphuze nawe, wambule ijwabu, indebe yesandla sokunene sikaJehova siphendulelwe kuwe, kube yihlazo phezu kodumo lwakho.

17. Ngokuba indluzula eyenziwe eLebanoni iyakukusibekela, ukuchithwa kwezilwane kukwesabise, ngenxa yezingazi zabantu nendluzula eyenziwe ezweni, nasemzini, nakubo bonke abakhe kuwo.

18. “Sisizani isithombe esibaziweyo, lokhu umbumbi waso esibaza, nesithombe esibunjiweyo nomfundisi wamanga, lokhu umbumbi waso ethemba kuso, ukuze enze izithombe eziyizimungulu, na?

19. Wo koshoyo kumuthi ukuthi: ‘Vuka!’ nakulo itshe eliyisimungulu: ‘Phaphama!’ Lokhu kungafundisa na? Bheka, kunamekwe ngegolide nangesiliva, kungekho neze umoya phakathi kwakho.

20. Kepha uJehova usethempelini lakhe elingcwele; thula phambi kwakhe, mhlaba wonke.”

About Habakuki Chapter 2

Read Habakuki Chapter 2 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Habakuki in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: Habakuki
Chapter: 2
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Habakuki. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading Habakuki Chapter 2 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is Habakuki Chapter 2?

Habakuki Chapter 2 is part of the Book of Habakuki in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete Habakuki Chapter 2 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from habakuki

  1. Habakuki Chapter 3
  2. Habakuki Chapter 1
  3. Habakuki Chapter 1
  4. Habakuki Chapter 2
  5. Habakuki Chapter 3

Explore More from ITestamente Elidala

  1. Nehemiya Chapter 4
  2. Duteronomi Chapter 3
  3. Jobe Chapter 18
  4. Jobe Chapter 20
  5. Levitikusi Chapter 15
  6. Isaya Chapter 51
  7. Isaya Chapter 40

Related Chapters & Readings

  1. 1 Korinte Chapter 13
  2. AmaHubo Chapter 20
  3. 1 Samuweli Chapter 4
  4. 1 Thimothewu Chapter 6
  5. Luka Chapter 5
  6. IzEnzo Chapter 19
  7. Luka Chapter 16
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *