1 Petru Chapter 4

For English

Read 1 Petru Chapter 4 Online

Read 1 Petru Chapter 4 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 Petru in the New Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of 1 Petru and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

1 Petru 4

Isahluko 4

1. Njengokuba uKristu wahlupheka enyameni, hlomani nani ukuqonda okunjalo, ngokuba ohluphekile enyameni uyekile ukona,

2. ukuze ngesikhathi esiseleyo nisesenyameni ningabe nisahlala ngezinkanuko zabantu kodwa ngentando kaNkulunkulu.

3. Ngokuba isikhathi esidlulileyo sasanele ukwenza okuthandwa ngabezizwe ngokuhamba ngamanyala, nangezinkanuko, nangokudakwa, nangokuminza, nangokuxokozela, nangokukhonza izithombe okuyichilo.

4. Bayamangala ngokungagijimeli kwenu kulowo msindo wokushinga kwabo, behlambalaza;

5. bayakuziphendulela kulowo olungele ukwahlulela abahambayo nabafileyo.

6. Ngokuba ngalokho ivangeli lashunyayelwa nakwabafileyo, ukuze bahlulelwe ngokwabantu enyameni kepha baphile ngokukaNkulunkulu emoyeni.

7. Kepha ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho zikhuzeni, nizithibe, ukuze nikhuleke;

8. kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono;

9. anongenisana ngenjabulo, ningakhononi,

10. nikhonzane, kube yilowo nalowo ngesipho asiphiweyo njengabaphathi abahle bomusa omninginingi kaNkulunkulu;

11. uma umuntu ekhuluma, makakhulume njengokwamazwi kaNkulunkulu; uma umuntu ekhonza, makakhonze ngamandla awanikwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu adunyiswe kukho konke ngoJesu Kristu okukuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.

12. Bathandekayo, ningamangali ngomlilo ophakathi kwenu enifikelwa yiwo ukuba nilingwe ngokungathi nehlelwe yinto engaziwayo,

13. kodwa njengalokhu ningabahlanganyeli bezinhlupheko zikaKristu, thokozani, ukuze kuthi nasekwambulweni kwenkazimulo yakhe nithokoze, nethabe nokwethaba.

14. Uma nithukwa ngenxa yegama likaKristu, nibusisiwe, ngokuba uMoya wenkazimulo nokaNkulunkulu uhlezi phezu kwenu.

15. Ngokuba makungabikho kini ohlupheka ngokuba engumbulali, noma eyisela, noma engowenza okubi, noma engozigaxa ezindabeni zabanye;

16. kepha uma ehlupheka ngokuba engumKristu, makangabi namahloni, kepha makadumise uNkulunkulu ngenxa yalelo gama.

17. Ngokuba sekuyisikhathi sokuba ukwahlulela kuqale endlini kaNkulunkulu; kepha uma kuthathela kithina, kuyakuba yini ukuphela kwabangalaleli ivangeli likaNkulunkulu na?

18. Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, uyakubonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu noyisoni na?

19. Ngakho abahluphekayo ngokwentando kaNkulunkulu mababeke imiphefumulo yabo kuMdali othembekayo ngokwenza okuhle.

About 1 Petru Chapter 4

Read 1 Petru Chapter 4 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 Petru in the New Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: 1 Petru
Chapter: 4
Testament: New Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading 1 Petru. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading 1 Petru Chapter 4 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is 1 Petru Chapter 4?

1 Petru Chapter 4 is part of the Book of 1 Petru in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete 1 Petru Chapter 4 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from 1-petru

  1. 1 Petru Chapter 1
  2. 1 Petru Chapter 3
  3. 1 Petru Chapter 2
  4. 1 Petru Chapter 5
  5. 1 Petru Chapter 4
  6. 1 Petru Chapter 2
  7. 1 Petru Chapter 5

Explore More from ITestamente Elisha

  1. KuFilemoni Chapter 1
  2. 1 Thesalonika Chapter 3
  3. EkaJuda Chapter 1
  4. Luka Chapter 22
  5. Mathewu Chapter 1
  6. Mathewu Chapter 9
  7. Luka Chapter 9

Related Chapters & Readings

  1. IsiLilo Chapter 2
  2. Luka Chapter 20
  3. 1 Korinte Chapter 7
  4. AmaRoma Chapter 3
  5. Mika Chapter 4
  6. 2 Petru Chapter 2
  7. Mika Chapter 1
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *