Hezekeli Chapter 35

For English

Read Hezekeli Chapter 35 Online

Read Hezekeli Chapter 35 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Hezekeli in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of Hezekeli and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

Hezekeli 35

Isahluko 35

1. Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

2. “Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho ngasentabeni yaseSeyiri, uprofethe ngayo,

3. uthi kuyo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngimelene nawe ntaba yaseSeyiri; ngiyakwelulela kuwe isandla sami, ngikwenze incithakalo nokuyize.

4. Ngiyakwenza imizi yakho ibe yihlane, wena ube yincithakalo, wazi ukuthi nginguJehova.

5. “ ‘Ngokuba unobutha obuphakade, futhi unikele abantwana bakwa-Israyeli osikweni lwenkemba ngesikhathi sesigemegeme sabo, ngesikhathi sokuphela kokubi,

6. ngalokho, kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, ngiyakwenza ube yigazi, igazi likuxoshe; ngokuba ungazondanga igazi, igazi liyakukulandela.

7. Ngiyakwenza intaba yaseSeyiri ibe yincithakalo nokuyize, nginqume kuyo odlulayo nobuyayo.

8. Ngiyakugcwalisa izintaba zayo ngababuleweyo bayo, abagwazwe ngenkemba bawa emagqumeni akho, nasezigodini zakho, nakuyo yonke imifula yakho.

9. Ngiyakukwenza incithakalo ephakade, imizi yakho ingabe isahlalwa, nazi ukuthi nginguJehova.

10. “ ‘Ngokuba wathi: “Lezi zizwe ezimbili nalawa mazwe amabili kuyakuba ngokwami, sidle ifa lakho,” noma uJehova ebelapho,

11. ngalokho, kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, ngiyakwenza njengolaka lwakho nanjengomhawu wakho obafele wona ngokubazonda kwakho, ngizazise kubo, lapho ngikwahlulela.

12. Uyakwazi ukuthi nginguJehova; ngizwile zonke izithuko zakho ozikhulume ngezintaba zakwa-Israyeli ngokuthi: “Yincithakalo; siphiwe zona ukuba sizidle.”

13. Nizikhulisile kimi ngomlomo wenu, nandisile amazwi enu kimi; mina ngiwezwile.

14. Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Lapho uthokoza umhlaba wonke, ngiyakukwenza incithakalo.

15. Njengokuthokoza kwakho ngefa lendlu yakwa-Israyeli, ngokuba ibiyincithakalo, kanjalo ngiyakwenza kuwe: uyakuba yincithakalo, ntaba yaseSeyiri, naye wonke u-Edomi, yebo, wonke wakhe, bazi ukuthi nginguJehova.’ ”

About Hezekeli Chapter 35

Read Hezekeli Chapter 35 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of Hezekeli in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: Hezekeli
Chapter: 35
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading Hezekeli. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading Hezekeli Chapter 35 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is Hezekeli Chapter 35?

Hezekeli Chapter 35 is part of the Book of Hezekeli in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete Hezekeli Chapter 35 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from Hezekeli

  1. Hezekeli Chapter 40
  2. Hezekeli Chapter 19
  3. Hezekeli Chapter 36
  4. Hezekeli Chapter 1
  5. Hezekeli Chapter 28
  6. Hezekeli Chapter 22
  7. Hezekeli Chapter 20

Explore More from ITestamente Elidala

  1. 2 IziKronike Chapter 8
  2. Jobe Chapter 33
  3. Hezekeli Chapter 14
  4. Nahume Chapter 1
  5. Hezekeli Chapter 3
  6. Genesise Chapter 13
  7. 2 AmaKhosi Chapter 8

Related Chapters & Readings

  1. IsAmbulo Chapter 9
  2. 2 Korinte Chapter 2
  3. 2 IziKronike Chapter 14
  4. Hagayi Chapter 1
  5. Isaya Chapter 18
  6. Hezekeli Chapter 22
  7. Isaya Chapter 40
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *