1 Petru Chapter 5

For English

Read 1 Petru Chapter 5 Online

Read 1 Petru Chapter 5 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 Petru in the New Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of 1 Petru and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

1 Petru 5

Isahluko 5

1. Ngakho ngiyawancenga amalunga aphakathi kwenu mina engiyilunga kanye nawo, nofakazi wezinhlupheko zikaKristu, nomhlanganyeli wenkazimulo ezakwambulwa, ngithi:

2. Yalusani umhlambi kaNkulunkulu ophakathi kwenu, kungabi ngokucindezelwa kodwa ngokwentando kaNkulunkulu, kungabi ngenxa yenzuzo eyihlazo kodwa ngenhliziyo evumayo,

3. kungabi njengabazenza amakhosi phezu kwamabandla enabelwa wona, kodwa nibe yizibonelo zomhlambi;

4. kuyakuthi, nxa esebonakaliswa uMalusi omkhulu, niyakuzuza umqhele wenkazimulo ongabuniyo.

5. Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.

6. Ngalokho zithobeni phansi kwesandla sikaNkulunkulu esinamandla, ukuze aniphakamise ngesikhathi esifaneleyo,

7. niphonse izinkathazo zenu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyanikhathalela.

8. Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya;

9. melanani naye niqinile ekukholweni, nazi ukuthi zona lezo zinhlupheko zehlela abazalwane benu abasezweni.

10. Kepha uNkulunkulu womusa wonke owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade ngoKristu, senihluphekile isikhashana, yena uqobo uyakuniphelelisa, aniqinise, aninike amandla, anisekele.

11. Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen.

12. NgoSilvanu umfowethu othembekayo ngokubona kwami nginilobele ngokufushane, ngincenga, ngifakaza ukuthi lo yiwo umusa oqinisekileyo kaNkulunkulu; yimani kuwo.

13. Liyakhonza kini ibandla elikhethiweyo, kanye nani eliseBabiloni, noMarku indodana yami.

14. Bingelelanani ngokwanga kothando. Ukuthula makube kini nonke enikuKristu.

About 1 Petru Chapter 5

Read 1 Petru Chapter 5 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 Petru in the New Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: 1 Petru
Chapter: 5
Testament: New Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading 1 Petru. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading 1 Petru Chapter 5 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is 1 Petru Chapter 5?

1 Petru Chapter 5 is part of the Book of 1 Petru in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete 1 Petru Chapter 5 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from 1-petru

  1. 1 Petru Chapter 1
  2. 1 Petru Chapter 3
  3. 1 Petru Chapter 2
  4. 1 Petru Chapter 5
  5. 1 Petru Chapter 4
  6. 1 Petru Chapter 2
  7. 1 Petru Chapter 3

Explore More from ITestamente Elisha

  1. IzEnzo Chapter 28
  2. IzEnzo Chapter 18
  3. Luka Chapter 12
  4. Mathewu Chapter 27
  5. Marku Chapter 10
  6. AmaRoma Chapter 16
  7. IsAmbulo Chapter 13

Related Chapters & Readings

  1. IzAga Chapter 23
  2. KumaHeberu Chapter 10
  3. Eksodusi Chapter 14
  4. Jobe Chapter 33
  5. Luka Chapter 18
  6. IzEnzo Chapter 2
  7. AmaHubo Chapter 138
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *