Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 Online
Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo and the Holy Bible online.
Choose a Chapter
IsiHlabelelo SeziHlabelelo 1
Isahluko 1
1. Isihlabelelo sezihlabelelo esingesikaSolomoni.
2. Makangange ngokwanga komlomo wakhe! Ngokuba uthando lwakho lumnandi kunewayini.
3. Amafutha akho anephunga elimnandi; igama lakho linjengamafutha athululiweyo; ngalokho izintombi ziyakuthanda.
4. Ngidonse emva kwakho, sigijime; inkosi isingingenisile emakamelweni ayo. Siyakujabula, sithokoze ngawe, sikhulume ngothando lwakho kunewayini. Kufanele ukuba bakuthande.
5. Ngimnyama, kepha ngimuhle, madodakazi aseJerusalema, njengamatende akwaKedari, njengezilenge zikaSolomoni.
6. Ningangibuki ukuthi ngimnyamana, ngokuba ilanga lingifusile. Amadodana kamame angifutha, angenza umlindizivini, kepha isivini esingesami angisilindanga.
7. Ngitshele wena othandwa ngumphefumulo wami ukuthi waluselaphi, uphumuzaphi umhlambi emini, ngokuba yini ukuba ngibe njengowesifazane odukileyo ngasemihlambini yabangane bakho na?
8. Uma ungakwazi wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, phuma uhambe ezinyathelweni zomhlambi, waluse amazinyane akho ngasematendeni abelusi.
9. Ngikufanisa nehhashi lensikazi lezinqola zikaFaro, sithandwa sami.
10. Izihlathi zakho zinhle kangakanani zinezintambo zobuhlalu, nentamo yakho ineminaka.
11. Siyakukwenzela izintambo zobuhlalu begolide, namaqhosha esiliva.
12. Inkosi isahlezi ngasetafuleni layo inadi lami lathaphuka iphunga lalo.
13. Othandiweyo wami ungumshuqulu wemure kimi, olele phakathi kwamabele ami.
14. Othandiweyo wami uyihlukuzo lezimbali zehena ezivinini zase-Eni Gedi.
15. Bheka, umuhle, sithandwa sami! Bheka, umuhle! Unamehlo amajuba.
16. Bheka, umuhle, othandiweyo wami! Yebo, umnandi, nesilili sethu siluhlaza.
17. Imishayo yendlu yethu iyimisedari, nemiqhadi iyimisayipuresi.
About IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1
Read IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.
Book Information
Book: IsiHlabelelo SeziHlabelelo
Chapter: 1
Testament: Old Testament
How to Read this Chapter
Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading IsiHlabelelo SeziHlabelelo. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.
More Resources
Continue Reading the Bible
Continue reading IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.
Frequently Asked Questions
What is IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1?
IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 is part of the Book of IsiHlabelelo SeziHlabelelo in the Holy Bible.
Can I read this chapter online?
Yes. You can read the complete IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 1 online for free with easy chapter navigation.
More Chapters from isihlabelelo-sezihlabelelo
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 8
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 4
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 3
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 7
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 6
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 2
- IsiHlabelelo SeziHlabelelo Chapter 5
Explore More from ITestamente Elidala
- 2 IziKronike Chapter 11
- Numeri Chapter 17
- Eksodusi Chapter 2
- Joshuwa Chapter 15
- Jeremiya Chapter 5
- Zakariya Chapter 13
- 2 AmaKhosi Chapter 5