1 IziKronike Chapter 13

For English

Read 1 IziKronike Chapter 13 Online

Read 1 IziKronike Chapter 13 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 IziKronike in the Old Testament. Browse every verse with easy chapter navigation, continue to the next chapter, or explore the complete Book of 1 IziKronike and the Holy Bible online.

Choose a Chapter

1 IziKronike 13

Isahluko 13

1. UDavide welulekana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nabaholi bonke.

2. UDavide wathi kulo lonke ibandla lakwa-Israyeli: “Uma kukuhle kini, uma kuvela kuJehova uNkulunkulu wethu, masihlakazeke sithumele kubafowethu abasele ezweni lonke lakwa-Israyeli kanye nabapristi namaLevi emizini yabo enamadlelo ukuba babuthane kithi,

3. sibuyisele kithi umphongolo kaNkulunkulu wethu, ngokuba asiwufunanga ezinsukwini zikaSawule.”

4. Lonke ibandla lathi liyakwenze njalo, ngokuba leyo nto yayilungile emehlweni abo bonke abantu.

5. UDavide wayesebutha wonke u-Israyeli kusukela eSihori laseGibithe kuze kube sekuyeni eHamati ukususa umphongolo kaNkulunkulu eKiriyati Jeharimi.

6. UDavide wenyukela kanye naye wonke u-Israyeli eBahala, okungukuthi iKiriyati Jeharimi elalingelakwaJuda, ukukhuphula khona umphongolo kaNkulunkulu uJehova ohlezi phezu kwamakherubi, owawubizwa ngegama lakhe.

7. Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba; o-Uza no-Ahiyo bashayela ingqukumbane.

8. UDavide naye wonke u-Israyeli bathokoza ebusweni bukaNkulunkulu ngamandla onke ngamahubo, nangamahabhu, nangezingubhu, nangezigubhu, nangamasimbali, nangamacilongo.

9. Ekufikeni kwabo esibuyeni sikaKidoni u-Uza welula isandla sakhe ukubamba umphongolo, ngokuba izinkabi zashelela.

10. Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza, wamshaya, ngokuba welulela isandla emphongolweni; wafela khona lapho phambi kukaNkulunkulu.

11. UDavide wadabuka ngokuba uJehova emhlasele u-Uza, wayibiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-Uza kuze kube namuhla.

12. UDavide wamesaba uNkulunkulu ngalolo suku; wathi: “Ngizakuletha kanjani umphongolo kaNkulunkulu kimi na?”

13. UDavide akawuyisanga umphongolo kuye emzini kaDavide, kepha wawubuyisela eceleni endlini ka-Obede Edomi umGiti.

14. Umphongolo kaNkulunkulu wahlala nabendlu ka-Obede Edomi endlini yakhe izinyanga ezintathu; uJehova wayibusisa indlu ka-Obede Edomi nakho konke anakho.

About 1 IziKronike Chapter 13

Read 1 IziKronike Chapter 13 online from the Holy Bible. This chapter is part of the Book of 1 IziKronike in the Old Testament. Continue reading with the chapter navigation above or explore the complete book.

Book Information

Book: 1 IziKronike
Chapter: 13
Testament: Old Testament

How to Read this Chapter

Use the Previous and Next Chapter buttons to continue reading 1 IziKronike. You can also adjust the font size for comfortable reading and browse other books of the Bible using the navigation links.

https://www.youtube.com/watch?v=rzsT_Q3KLzE

More Resources

Continue Reading the Bible

Continue reading 1 IziKronike Chapter 13 and explore every book, chapter and verse of the Holy Bible. Use the navigation links above and below to move through the Scriptures with ease.

Frequently Asked Questions

What is 1 IziKronike Chapter 13?

1 IziKronike Chapter 13 is part of the Book of 1 IziKronike in the Holy Bible.

Can I read this chapter online?

Yes. You can read the complete 1 IziKronike Chapter 13 online for free with easy chapter navigation.

More Chapters from 1 Izikronike

  1. 1 IziKronike Chapter 28
  2. 1 IziKronike Chapter 10
  3. 1 IziKronike Chapter 1
  4. 1 IziKronike Chapter 24
  5. 1 IziKronike Chapter 20
  6. 1 IziKronike Chapter 2
  7. 1 IziKronike Chapter 21

Explore More from ITestamente Elidala

  1. Isaya Chapter 62
  2. Jeremiya Chapter 44
  3. Levitikusi Chapter 24
  4. AmaHubo Chapter 55
  5. AmaHubo Chapter 16
  6. Ezra Chapter 4
  7. 1 AmaKhosi Chapter 17

Related Chapters & Readings

  1. Hoseya Chapter 13
  2. Esteri Chapter 6
  3. Mika Chapter 6
  4. AmaRoma Chapter 4
  5. Eksodusi Chapter 40
  6. AmaHubo Chapter 112
  7. AmaHubo Chapter 102
Share Your Love

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *